Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 15:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngakho uPilatu ethanda ukukholisa ixuku, wabakhululela uBaraba;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Khona uPilatu ethanda ukudelisa isixuku wasikhululela uBaraba, kepha wamshaya uJesu, wamnikela ukuba abethelwe esiphambanweni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Khona uPilatu ethanda ukuthokozisa isixuku wasikhululela uBharabha, kepha wamshaya uJesu, wamnikela ukuba abethelwe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Ngakho uPilatu ethanda ukukholisa ixuku, wabakhululela uBaraba;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 15:15
17 Referans Kwoze  

Khona uPilatu wamthatha uJesu, wambhaxabula.


Khona wabakhululela uBaraba;


Ngiwunike umhlane wami ekushayweni, nezihlathi zami kulabo abaklebhula izinwele; angibufihlanga ubuso bami ehlazweni nasekukhafuleni.


Bayakuyiklolodela, bayishaye, bayikhafulele, bayibulale, kepha ngosuku lwesithathu izakuvuka.


Ukwesaba abantu kuveza ugibe; kepha owethemba uJehova uyakusindiswa.


Amageja alima emhlane wami, enza imisele yawo ibe mide.


Yena owathwala izono zethu emzimbeni wakhe emthini, ukuze thina sesifile ezonweni siphile ekulungeni, omivimbo yakhe naphulukiswa ngayo.


Khona wamnikela kubo ukuba abethelwe. Basebemthatha uJesu, bahamba laye.


Phakamisa wena Nkulunkulu phezu kwamazulu; inkazimulo yakho mayibe phezu komhlaba wonke.


Kodwa kangibonanga omunye wabaphostoli, kuphela uJakobe umfowabo weNkosi.


Kepha uFestu ethanda ukujabulisa abaJuda, wamphendula uPawulu, wathi: “Uyathanda ukukhuphukela eJerusalema, wahlulelwe khona ngalezi zinto phambi kwami na?


Kepha emva kweminyaka emibili kwangena uPorkiyu Festu esikhundleni sikaFeliksi;


bayakuyishaya, bayibulale, kepha ngosuku lwesithathu izakuvuka.


Bazamnikela kwabezizwe ukuthi baklolodelwe, babhaxabule, bambethele esiphambanweni, njalo ngosuku lwesithathu izabuya ivuke.


UPilatu wasesithi kubo: Ngoba enze ububi bani? Basebememeza kakhulukazi, besithi: Mbethele esiphambanweni!


Ngakho-ke ngiyakumshaya, ngimkhulule.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite