Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 14:70 - Contemporary Zulu Bible 2024

70 Waphinda waphika. Kwathi emva kwesikhatshana futhi ababemi khona bathi kuPetro: Isibili ungomunye wabo, ngoba ungowaseGalili, lokukhuluma kwakho kuvumelana lakho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

70 Kepha waphinda waphika. Emva kwesikhashana futhi ababemi khona bathi kuPetru: “Nempela ungomunye wabo, ngokuba ungowaseGalile.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

70 Kepha uPhethro wabuye waphika. Emva kwesikhashana futhi labo ababemi lapho bathi kuPhethro: “Impela wena ungomunye wabo, ngokuba ungowaseGalile.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

70 Waphinda waphika. Kwathi emva kwesikhatshana futhi ababemi khona bathi kuPetro: Isibili ungomunye wabo, ngoba ungowaseGalili, lokukhuluma kwakho kuvumelana lakho.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 14:70
8 Referans Kwoze  

Bamangala bonke, bamangala, bathi omunye komunye: “Bhekani, bonke laba abakhulumayo abasibo abaseGalile na?


Kepha waphika wathi: “Angikwazi, futhi angikuqondi okushoyo. Waphumela emnyango; lakhala iqhude.


Base bethi kuye: “Yisho ukuthi Siboleti,” yena wathi Siboleti, ngokuba wayengenakukwazi ukulibiza kahle. Base bemthatha, bambulala ngasekuweleni kweJordani, kwawa ngaleso sikhathi kwabakwa-Efrayimi abayizinkulungwane ezingamashumi amane nambili.


Incekukazi yaphinda yambona, yaqala ukuthi kwababemi khona: Lo ungomunye wabo.


Kodwa waqala ukuthuka lokufunga, esithi: Kangimazi lumuntu enikhuluma ngaye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite