Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 14:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ngokuba abampofu ninabo njalo, futhi noma nini lapho sukuba nithanda, ningabenzela okuhle, kepha mina aninami njalo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ngokuba abampofu ninabo njalo; nanini, uma nithanda, ningabenzela okuhle: kepha mina aninami njalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Abampofu niyohlala ninabo njalo; ningabenzela okuhle noma nini uma nithanda, kodwa Mina aninami njalo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Ngokuba abampofu ninabo njalo, futhi noma nini lapho sukuba nithanda, ningabenzela okuhle, kepha mina aninami njalo.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 14:7
14 Referans Kwoze  

Ngokuba ompofu akasoze aphela ezweni; ngalokho ngiyakuyala, ngithi: Womvulela kakhulu umfowenu isandla sakho, ompofu wakho nompofu wakho ezweni lakini.


Ngokuba abampofu ninabo njalo; kepha mina aninami njalo.


Ngokuba sinentokozo enkulu nenduduzo othandweni lwakho, ngokuba izibilini zabangcwele zivuselelwe ngawe, mzalwane.


omelwe ukumamukela izulu kuze kube yizikhathi zokubuyiselwa kwakho konke uNkulunkulu azikhulumayo ngomlomo wabaprofethi bakhe abangcwele bonke kusukela kwaphakade.


Kalokhu angisekho ezweni, kepha bona basezweni, mina ngiza kuwe. Baba oNgcwele, bagcine egameni lakho labo onginike bona, ukuze babe munye, njengathi.


Ngaphuma kuBaba, futhi ngizile emhlabeni;


Kepha manje ngiyahamba ngiya kongithumileyo; akakho kinina ongibuzayo ukuthi: Uya ngaphi na?


Bantwanyana, kuseyisikhashana nginani. Niyakungifuna, nanjengalokho ngasho kumaJuda ukuthi: Lapho ngiya khona, ningeze nina; ngakho manje ngithi kini.


UJesu wathi: “Myekeni; nimhluphelani na? Wenze umsebenzi omuhle kimi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite