Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 14:44 - Contemporary Zulu Bible 2024

44 Kepha omkhaphelayo wayebanike isiboniso sokuthi: “Lowo engiyakumanga, nguye; mthathe, nimuke naye ephephile.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 Kepha omkhaphelayo wayebanike isiboniso sokuthi: “Lowo engiyakumanga, nguye; mbambeni, nihambe naye, nimqinise.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

44 Lo omkhaphelayo wayebanike uphawu lokuthi: “Lowo engiyakumanga, nguye; mbambeni, nihambe naye nimqaphile.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

44 Kepha omkhaphelayo wayebanike isiboniso sokuthi: “Lowo engiyakumanga, nguye; mthathe, nimuke naye ephephile.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 14:44
13 Referans Kwoze  

Athembekile amanxeba omngane; kepha ukwanga kwesitha kuyinkohliso.


Igazi liyakuba yisibonakaliso kini ezindlini enikhona; futhi lapho ngibona igazi, ngizodlula phezu kwenu, futhi isifo ngeke sibe phezu kwenu ukuze sinibhubhise lapho ngishaya izwe laseGibhithe.


Isibingelelo sikaPawulu ngesami isandla, esiwuphawu ezincwadini zonke;


ningethuswe ngalutho ngabamelene nani, okuwuphawu lokubhubha kubo, kodwa kinina lwensindiso, nolukaNkulunkulu.


Manje fungani kimi ngoJehova, lokhu nginibonise umusa, ukuthi nani niyakuba nomusa endlini kababa, ninginike isibonakaliso esiqinisileyo;


Sebebashayile imivimbo eminingi, babaphonsa etilongweni, bayala umgciniziboshwa ukuba abagcine ngokunesizotha;


Sukumani, sihambe; bhekani, useseduze ongikhaphelayo.


Masinyane, esakhuluma, kwafika uJuda, omunye wabayishumi nambili, enesixuku esikhulu siphethe izinkemba nezinduku, sivela kubapristi abakhulu nababhali namalunga.


Esefikile wahle waya kuye, wathi: “Rabhi! wamanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite