Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 14:37 - Contemporary Zulu Bible 2024

37 Wasesiza, wabafica belele, wathi kuPetro: Simoni, ulele yini? Ubungekwazi ukulinda ihora libe linye na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

37 Wayeseza, wabafumana belele; wathi kuPetru: “Simoni, ulele na? Ubungelinde ihora libe linye na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

37 Wayesebuyela kubafundi bakhe, wabafumana belele; wayesethi kuPhethro: “Simoni, ulele na? Ubungelinde nje ihora libe linye na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

37 Wasesiza, wabafica belele, wathi kuPetro: Simoni, ulele yini? Ubungekwazi ukulinda ihora libe linye na?

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 14:37
13 Referans Kwoze  

Wasesiza kubafundi, wabafica belele, wathi kuPetro: Kanti beningelinde lami ihola elilodwa yini?


Ngokuba bhekani yena owakhuthazela ephikwa kangaka yizoni, ukuze ningakhathali, niphele amandla engqondweni yenu.


Kwathi umyeni esalibele, zozela zonke zalala.


U-Abisalomu wathi kuHusayi: “Lokhu kungumusa wakho kumngane wakho na? kungani ungahambanga nomngani wakho?


Uma ugijimile nabahamba ngezinyawo, bakukhathala, ungaqhudelana kanjani namahhashi na? uma benidinisile ezweni lokuthula enathembela kulo, niyakukwenza kanjani emagqumeni aseJordani na?


Induna yasondela kuye, yathi kuye: “Uthini wena olele ubuthongo na?” sukuma, ubize uNkulunkulu wakho, uma uNkulunkulu esikhumbula, ukuze singalahleki.


Wathi: “Aba, Baba, zonke izinto zingenzeka kuwe; susa lesisitsha kimi, kodwa kungabi njengokuba ngithanda mina, kodwa njengokuba kuthanda wena.


Lindani, nikhuleke, ukuze ningangeni ekulingweni. Umoya ulungile, kepha inyama ibuthakathaka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite