Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 14:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Kodwa emva kokuvuka kwami, ngizanandulela ukuya eGalili.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Kepha emva kokuvuswa kwami ngiyakunandulela ukuya eGalile.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 Kepha emva kokuvuswa kwami ngiyakunandulela ukuya eGalile.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

28 Kodwa emva kokuvuka kwami, ngizanandulela ukuya eGalili.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 14:28
9 Referans Kwoze  

Kodwa hambani nitshele abafundi bakhe noPetru ukuthi uyanandulela ukuya eGalile;


Abafundi abayishumi nanye basuka baya eGalile entabeni lapho uJesu ayebayalile khona.


UJesu wayesethi kubo: “Ningesabi; hambani nitshele abafowethu ukuthi baye eGalile, futhi bayakungibona khona.


Hambani masinyane, nitshele abafundi bakhe ukuthi uvukile kwabafileyo; bhekani, uyanandulela ukuya eGalile; niyakumbona lapho; bhekani, nginitshelile.


Kodwa emva kokuvuka kwami, ngizanandulela ukuya eGalili.


Emva kwalokho uJesu wabuye wazibonakalisa kubafundi ngaselwandle lwaseTiberiya; wazibonakalisa kanjalo.


Kusukela ngaleso sikhathi uJesu waqala ukubonisa abafundi bakhe ukuthi umelwe ukuya eJerusalema, ahlushwe ngokuningi ngamalunga nabapristi abakhulu nababhali, abulawe, avuswe ngosuku lwesithathu.


Kodwa uPetro wathi kuye: Lanxa bonke bezakhubeka, mina kangisoze.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite