Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 14:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Wasesithi kubo: Lokhu kuyigazi lami lesivumelwano elichithelwa abanengi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Wathi kubo: “Lokhu kuyigazi lami lesivumelwano elithululwa ngenxa yabaningi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Wathi kubo: “Lokhu kuyigazi lami lesivumelwano elithululwa ngenxa yabaningi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Wasesithi kubo: Lokhu kuyigazi lami lesivumelwano elichithelwa abanengi.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 14:24
14 Referans Kwoze  

UMose wayesethatha igazi, wafafaza ngalo abantu, wathi: “Nanti igazi lesivumelwano uJehova asenza nani ngawo onke lawa mazwi.


Kepha wena, ngegazi lesivumelwano sakho ngibakhiphile abathunjwa bakho emgodini okungekho manzi kuwo.


Kanjalo wathabatha nesitsha emva kokudla kwakusihlwa, wathi: Le ndebe iyisivumelwano esisha egazini lami;


Inkezo yesibusiso esiyibusisayo, ayisikho ukuhlanganyela kwegazi likaKristu na? Isinkwa esisihlephulayo, asiyiyo inhlanganyelo yomzimba kaKristu na?


UJesu wayesethi kubo: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Uma ningayidli inyama yeNdodana yomuntu, niphuze igazi layo, aninakuphila kini.


Ngokuba neNdodana yomuntu ayizanga ukukhonzwa kepha ukukhonza nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.


Bhekani, izinsuku ziyeza,” usho uJehova, “lapho ngiyakwenza isivumelwano esisha nendlu ka-Israyeli; kanye nendlu kaJuda.


Waseyithatha inkezo, wabonga, wabanika, baphuza kuyo bonke.


Ngiqinisile ngithi kini: Angisayikuphuza okwesithelo somvini, kuze kufike lolo suku engiyakusiphuza ngalo sisisha embusweni kaNkulunkulu.


Kanjalo nenkezo emva kokudla kwakusihlwa, ethi: Le ndebe iyisivumelwano esisha egazini lami elithululwa ngenxa yenu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite