Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 14:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Wathuma ababili kubafundi bakhe, wathi kubo: “Hambani niye emzini, khona niyakuhlangana nomuntu ethwele imbiza yamanzi;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Wayesethuma ababili kubafundi bakhe, wathi kubo: “Hambani niye emzini; khona nizakuhlangana nomuntu othwele imbiza yamanzi; mlandeleni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Wayesethuma ababili kubafundi bakhe, wathi kubo: “Hambani niye emzini; nizakuhlangana nomuntu othwele imbiza yamanzi, mlandeleni.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Wathuma ababili kubafundi bakhe, wathi kubo: “Hambani niye emzini, khona niyakuhlangana nomuntu ethwele imbiza yamanzi;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 14:13
11 Referans Kwoze  

futhi esephelelisiwe, waba yinhloko yensindiso ephakade kubo bonke abamlalelayo;


Asikho isidalwa esingabonakali phambi kwakhe, kepha zonke izinto zíze, zivuliwe emehlweni alowo esizinda kuye.


Ningabangane bami, uma nenza lokhu enginiyala ngakho.


Ngokuba nami ngingumuntu ophansi kwegunya, nginamasosha phansi kwami; futhi kwenye: Woza, futhi uyeza; nasencekwini yami, Yenza lokhu, ikwenze.


Unina wathi ezincekwini: Konke alisho kini, kwenzeni.


Kwathi ngosuku lokuqala lwesinkwa esingenamvubelo, lapho kuhlatshwa khona iphasika, abafundi bakhe bathi kuye: “Uthanda ukuba siye sikulungiselaphi ukuba udle iphasika na?


Lapho engena khona, anothi kumninindlu: ‘Uthi uMfundisi: Iphi ikamelo labavakashi, lapho ngingadlela khona iphasika nabafundi bami, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite