Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 14:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Emva kwezinsuku ezimbili kwakukhona iPhasika nomkhosi wesinkwa esingenamvubelo; abapristi abakhulu nababhali bafuna ukuthi bangambamba kanjani ngobuqili, bambulale.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Emva kwezinsuku ezimbili kwaba khona iPhasika nomkhosi wesinkwa esingenamvubelo; abapristi abakhulu nababhali bafuna isu lokumbamba ngobuqili, bambulale.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Emva kwezinsuku ezimbili, kwaba khona iPhasika nomkhosi wesinkwa esingenamvubelo; abaphristi abakhulu nezazimthetho babefuna ithuba lokuthi bangambamba kanjani ngobuqili, bambulale.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Emva kwezinsuku ezimbili kwakukhona iPhasika nomkhosi wesinkwa esingenamvubelo; abapristi abakhulu nababhali bafuna ukuthi bangambamba kanjani ngobuqili, bambulale.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 14:1
23 Referans Kwoze  

Kwathi ungakafiki umkhosi wePhasika, uJesu esazi ukuthi ihora lakhe selifikile ukuthi amuke kuleli zwe, aye kuYise, ebathandile abakhe abasezweni, wabathanda kwaze kwaba sekupheleni.


Khona abapristi abakhulu nabaFarisi base bebutha umphakathi, bathi: “Senzenjani na? ngoba lomuntu wenza izibonakaliso ezinengi.


Base bephuma abaFarisi, benza icebo ngaye lokuba bambhubhise.


Ngakho-ke nxa wabela izipho, ungakhalisi icilongo phambi kwakho, njengokuba kwenza abazenzisi emasinagogeni nasezitaladini, ukuze badunyiswe ngabantu. Ngiqinisile ngithi kini: Sebewutholile umvuzo wabo.


Ngempela, abantu abaphansi bayize, nabantu abaphakeme bangamanga;


Bacebisana kuphela ukuze bamlahle ekuphakameni kwakhe; bajabulela amanga; bayabusisa ngomlomo wabo, kepha ezibilinini zabo bayathuka. Sela.


Uthanda okubi kunokuhle; futhi aqambe amanga kunokuba akhulume ubulungisa. Sela.


Lapho bembona ekude, engakasondeli kubo, bamenzela ugobe lokumbulala.


UJehova wakhuluma kuMose naku-Aroni ezweni laseGibithe, wathi:


Kodwa bathi: Kungabi ngomkhosi, hlezi kube khona isiyaluyalu ebantwini.


Kwathi ngosuku lokuqala lwesinkwa esingenamvubelo, lapho kuhlatshwa khona iphasika, abafundi bakhe bathi kuye: “Uthanda ukuba siye sikulungiselaphi ukuba udle iphasika na?


Esembambile, wamfaka etilongweni, wamnikela ekamu lamabutho amane, ukuba amlinde; ehlose ukumkhuphela ebantwini emva kwePhasika.


Kumelwe uwuhlukanise ube yizicucu, uthele amafutha kuzo; kungumnikelo womlilo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite