Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 13:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kepha qaphelani nina; bhekani, nginitshele konke ngaphambili.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Kepha qaphelani nina; senginitshele konke ngaphambili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Kepha nina qaphelani; nginixwayisile ngalezi zinto.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

23 Kepha qaphelani nina; bhekani, nginitshele konke ngaphambili.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 13:23
13 Referans Kwoze  

Ngakho-ke, bathandekayo, njengokuba nazi lokho ngaphambili, xwayani ukuba nidukiswe nokuduka kwababi, niwe ekuqineni kwenu.


Kalokhu nginitshelile kungakenzeki, ukuze, nxa sekwenzeka, nikholwe.


Wathi: “Xwayani ningadukiswa; nesikhathi sisondele; ngakho-ke ningabalandeli.


UJesu wabaphendula waqala ukuthi: “Xwayani ningadukiswa muntu;


Ziqapheleni nina, funa izinhliziyo zenu zisindwe ukuminza, nokudakwa, nezinkathazo zalokhu kuphila, lunifike lolo suku kungazelelwe.


Qaphelani, nilinde, nikhuleke, ngokuba anazi ukuthi isikhathi sinini.


Kepha ziqapheleni nina, ngokuba bayakuninikela emikhandlwini; niyakushaywa emasinagogeni, niyiswe phambi kwababusi namakhosi ngenxa yami, kube ngubufakazi kubo.


Xwayani abaprofethi bamanga abeza kini bembathise okwezimvu, kepha ngaphakathi beyizimpisi eziphangayo.


Bhekani, nginitshelile ngaphambili.


Ngokuba kuyakuvela oKristu bamanga nabaprofethi bamanga, benze izibonakaliso nezimangaliso, ukuze badukise, uma kungenzeka, nabakhethiweyo.


Kodwa ngalezonsuku, emva kwalokho kuhlupheka, ilanga lizafiphazwa, lenyanga kayiyikukhanya.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite