Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 13:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Uma iNkosi ibingazifinyezanga lezo zinsuku, bekungayikusindiswa nyama;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Uma iNkosi ibingazifinyezi lezo zinsuku, bekungesindiswe muntu, kepha ngenxa yabakhethiweyo eyabakhetha yazifinyeza lezo zinsuku.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Ukuba iNkosi ibingazifinyezanga lezo zinsuku, ngabe akusindiswanga muntu, kodwa ngenxa yabakhethiweyo eyabakhetha, yazifinyeza lezo zinsuku.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Uma iNkosi ibingazifinyezanga lezo zinsuku, bekungayikusindiswa nyama;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 13:20
10 Referans Kwoze  

Uma lezo zinsuku zingafinyezwanga, bekungayikusindiswa nyama, kepha ngenxa yabakhethiweyo lezo zinsuku ziyakufinyezwa.


Kodwa kuzakuba khona okwetshumi kulo, njalo lizabuya lidliwe: njengesihlahla setiye lanjengesihlahla se-okhi esiluthuli lwaso lapho sivuthulula amahlamvu awo; kanjalo inzalo engcwele iyakuba yimpahla yayo.


Ukube uJehova Sebawoti ubengasishiyelanga insali encane, ngabe sifana neSodoma, sifana neGomora.


Ngokuba ngalezo zinsuku kuyakuba-khona usizi olungazange lube khona olunjalo kwasekuqaleni kokudala akudalayo uNkulunkulu kuze kube manje, nolungasayikuba khona.


Khona uma umuntu ethi kini: Bhekani, nangu uKristu; noma, bheka, ukhona; ningamkholwa;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite