Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 13:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kepha umfowabo uyakukhaphela umfowabo ekufeni, noyise indodana; labantwana bayakuvukela abazali babo, bababulale.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “Khona umuntu uyakukhaphela umfowabo ekufeni noyise umntanakhe, yebo, abantwana bayakuvukela abazali babo, bababulale.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 “Khona umuntu uyakukhaphela ekufeni umfowabo, noyise akhaphele umntwana wakhe. Yebo, abantwana bayakubavukela abazali babo, bababulale.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Kepha umfowabo uyakukhaphela umfowabo ekufeni, noyise indodana; labantwana bayakuvukela abazali babo, bababulale.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 13:12
8 Referans Kwoze  

Umfowabo uyakukhaphela umfowabo ekufeni, noyise umntwana, nabantwana bavukele abazali babo, bababulale.


Niyakukhashelwa nangabazali, nabafowenu, nezihlobo, nabangane; abanye benu bayakubabulala.


Khona abaningi bayakukhubeka, bakhaphelane, bazondane.


Ngiyakubiza inkemba phezu kwazo zonke izintaba zami,” usho uJehova, “inkemba yomuntu imelane nomfowabo.


Kodwa nxa benihola, benikhaphela, ningakhathaleli ngaphambili eniyakukukhuluma, ningakucabangi ngaphambili; kodwa lokho eniyakukunikwa ngaleso sikhathi, kukhulumeni; uMoya oNgcwele.


Niyakuzondwa ngabantu bonke ngenxa yegama lami, kepha okhuthazelayo kuze kube sekupheleni nguyena oyakusindiswa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite