Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 12:40 - Contemporary Zulu Bible 2024

40 Abadla izindlu zabafelokazi, nangokuzenzisa benza imithandazo emide; laba bayakwamukeliswa ukulahlwa okukhulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 abadla izindlu zabafelokazi, bekhuleka isikhathi eside ngokuzenzisa; laba bayakwamukeliswa ukulahlwa okukhulu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 ezidla izindlu zabafelokazi, zithandaze isikhathi eside, zizenzisa. Laba bayakwemukeliswa ukulahlwa okukhulu.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

40 abadla izindlu zabafelokazi, nangokuzenzisa benza imithandazo emide; laba bayakwamukeliswa ukulahlwa okukhulu.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 12:40
13 Referans Kwoze  

abadla izindlu zabafelokazi, nangokuzenzisa benza imithandazo emide; labo bayakwamukeliswa ukulahlwa okukhulu.


Zinyoka, nzalo yamabululu, lingakubalekela njani ukulahlwa kwesihogo?


Kodwa maye kini, babhali labaFarisi, bazenzisi! ngokuba nivalela abantu umbuso wezulu, ngokuba aningeni nina, nabangenayo anibavumeli ukuba bangene.


Kepha nxa nikhuleka, ningaphindaphindi njengabezizwe, ngokuba bathi bayakuzwiwa ngokukhuluma kwabo okuningi.


Ngokuba kulaba kukhona abanyebelezela ezindlini, bathumbe abesifazane abayiziwula abasindwa yizono, abaholwa yizinkanuko eziyizinhlobonhlobo;


Kukhona uzungu lwabaprofethi bakhe phakathi kwalo njengengonyama ebhongayo edwengula impango yayo; badla imiphefumulo; bathatha ingcebo nezinto eziyigugu; bamenza abafelokazi abaningi lapho.


Bafisa amasimu, bawathathe; nezindlu bazithathe; bacindezela umuntu nendlu yakhe, umuntu nefa lakhe.


Maye kinina babhali nabaFarisi, bazenzisi! ngokuba nidla izindlu zabafelokazi, nangokuzenzisa nenza imikhuleko emide;


lezihlalo eziqakathekileyo emasinagogeni lezihlalo eziphambili emadilini.


Ngokuba niyakubekezelela, uma umuntu enenza izigqila, uma umuntu enidla, uma umuntu ethatha kini, uma eziphakamisa, uma umuntu enishaya ebusweni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite