Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 12:35 - Contemporary Zulu Bible 2024

35 UJesu efundisa ethempelini waphendula wathi: “Basho kanjani ababhali ukuthi uKristu uyiNdodana kaDavide na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

35 Khona uJesu efundisa ethempelini wabuza wathi: “Basho kanjani ababhali ukuthi uKristu uyindodana kaDavide na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

35 Kwathi uJesu esafundisa ethempelini wabuza, wathi: “Zikusho kanjani izazimthetho ukuthi uKhristu uyiNdodana kaDavide na?

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

35 UJesu efundisa ethempelini waphendula wathi: “Basho kanjani ababhali ukuthi uKristu uyiNdodana kaDavide na?

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 12:35
12 Referans Kwoze  

Ngaleso sikhathi uJesu wathi ezixukwini: “Niphumele ukungibamba niphethe izinkemba nezinduku njengokuya kumphangi na? Bengihlezi kini insuku zonke ethempelini ngifundisa, aningibambanga.


UJesu wamphendula wathi: “Ngikhulume obala emhlabeni; Bengihlala ngifundisa esinagogeni nasethempelini, lapho abaJuda bebuthana khona njalo; futhi ngasese angikhulumanga lutho.


Awushongo yini umbhalo ukuthi uKristu uzavela enzalweni kaDavide, naseBetlehema, emzini kaDavide, na?


Emini wayefundisa ethempelini; ebusuku waphuma wayahlala entabeni ethiwa iNtaba Yeminqumo.


Kwathi ngolunye lwalezo zinsuku efundisa abantu ethempelini, eshumayela ivangeli, kwafika kuye abapristi abakhulu nababhali kanye namalunga;


Wayefundisa ethempelini imihla ngemihla. Kepha abapristi abakhulu nababhali nezikhulu zabantu bafuna ukumbulala;


Base befika eJerusalema; kwathi ehamba ethempelini, kwafika kuye abapristi abakhulu, nababhali, namalunga;


UJesu esesukile lapho, izimpumputhe ezimbili zamlandela, zamemeza zathi: “Sihawukele, Ndodana kaDavide!


Wayesesuka lapho, weza emikhawulweni yaseJudiya, ngaphesheya kweJordani; wabuye wabafundisa njengokwejwayela.


Benginani imihla ngemihla ethempelini ngifundisa, aningibambanga, kepha kufanele kugcwaliseke imibhalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite