Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 12:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Kwasekusiza omunye wababhali, ebezwile bebuzana, ebona ukuthiubaphendule kuhle, wambuza wathi: Nguwuphi umlayo wokuqala kuyo yonke?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Kwase kusondela omunye wababhali owayebezwile bebuzana, eqonda ukuthi wayebaphendule kahle, wambuza wathi: “Ngumuphi umyalo wokuqala kuyo yonke na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

28 Kwase kusondela kuJesu omunye wezazimthetho owayebezwile bebuzana, wabona ukuthi uJesu ubaphendule kahle, wambuza, wathi: “Yimuphi umyalo wokuqala kuyo yonke na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

28 Kwasekusiza omunye wababhali, ebezwile bebuzana, ebona ukuthiubaphendule kuhle, wambuza wathi: Nguwuphi umlayo wokuqala kuyo yonke?

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 12:28
8 Referans Kwoze  

Abanye bababhali basebephendula bathi: Mfundisi, ukhulume kuhle.


Wathi kuye: Yiphi? UJesu wathi: Ungabulali, ungaphingi, ungebi, ungafakazi amanga;


Ngakho oweqa owodwa kule miyalo emincinyane, afundise abantu kanjalo, uyakuthiwa omncinyane embusweni wezulu; kepha oyigcinayo, ayifundise, lowo uyakuthiwa mkhulu embusweni wezulu.


Kodwa maye kini baFarisi! Ngokuba ninikela okweshumi kweminti neruwe nemifino yonke, ningakunaki ukwahlulela nothando lukaNkulunkulu;


Maye kini, babhali nabaFarisi, bazenzisi! Ngokuba nikhokha okweshumi kweminti, neanise, nekhumini, kepha niyeke okubaluleke kakhulu zomthetho, ukwahlulela, nesihawu, nokukholwa;


Esefikile kubafundi bakhe, wabona isixuku esikhulu sibahaqile, nababhali bephikisana nabo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite