Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 12:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Akasiye uNkulunkulu wabafileyo, kepha unguNkulunkulu wabaphilayo; ngalokho niyaduka kakhulu nina.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Akasiye uNkulunkulu wabafileyo kodwa owabaphilayo. Nidukile kakhulu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Akasiye uNkulunkulu wabafileyo, kodwa owabaphilayo. Niduke kakhulu.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Akasiye uNkulunkulu wabafileyo, kepha unguNkulunkulu wabaphilayo; ngalokho niyaduka kakhulu nina.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 12:27
9 Referans Kwoze  

Ngoba ngenxa yalokhu uKristu wafa, wabuye wavuka, waphila, ukuze abe yiNkosi yabafileyo nabaphilayo.


(Njengokulotshiweyo ukuthi: Ngikumisile ube nguyise wezizwe ezinengi), phambi kwalowo akholwayo, uNkulunkulu, ophilisa abafileyo, njalo obiza izinto ezingekho njengokungathi zikhona.


UJesu waphendula, wathi kubo: “Aniduki ngalokho, ngokuba ningayazi imibhalo namandla kaNkulunkulu na?


Ngakho-ke ngaba lusizi ngaleso sizukulwane, ngathi: Bahlala beduka ezinhliziyweni zabo; futhi abazazi izindlela zami.


Yeka, ndodana yami, ukuzwa ukusola okudukisa emazwini olwazi.


UJesu waphendula, wathi kubo: Nidukile, ningayazi imibhalo namandla kaNkulunkulu.


Mina nginguNkulunkulu kaAbrahama, loNkulunkulu kaIsaka, loNkulunkulu kaJakobe? UNkulunkulu kasiye uNkulunkulu wabafileyo kodwa owabaphilayo.


Ngokuba kasiye uNkulunkulu wabafileyo, kodwa owabaphilayo, ngokuba bonke baphilela yena.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite