Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 12:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Siphe, noma singaphi na? Kepha yena ekwazi ukuzenzisa kwabo wathi kubo: “Ningilingelani na? Ngiletheleni udenariyo, ngibone.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Kepha yena ekwazi ukuzenzisa kwabo wathi kubo: “Ningilingelani na? Lethani kimi udenariyu,* ngimbone.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Kepha Yena ekwazi ukuzenzisa kwabo wathi kubo: “Ningilingelani na? Lethani kimi udenariyu, ngiwubone.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Siphe, noma singaphi na? Kepha yena ekwazi ukuzenzisa kwabo wathi kubo: “Ningilingelani na? Ngiletheleni udenariyo, ngibone.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 12:15
14 Referans Kwoze  

Njalo ngizabulala abantwana bakhe ngokufa; namabandla onke ayakwazi ukuthi mina nginguye ohlola izinso nezinhliziyo;


Asikho isidalwa esingabonakali phambi kwakhe, kepha zonke izinto zíze, zivuliwe emehlweni alowo esizinda kuye.


Futhi masingamlingi uKristu, njengabanye kubo bamlinga, babulawa yizinyoka.


UPetru wayesethi kuye: “Kungani ukuba nivumelane ukulinga uMoya weNkosi na? bheka, izinyawo zabambele indoda yakho zisemnyango, nawe bayakukukhiphela phandle.


Wathi kuye ngokwesithathu: Simoni kaJona, uyangithanda na? UPetru wadabuka ngokuba wathi kuye ngokwesithathu: Uyangithanda na? Wathi kuye: “Nkosi, wazi zonke izinto wena; uyazi ukuthi ngiyakuthanda. UJesu wathi kuye: Dlisa izimvu zami.


Kodwa ebazi ubuqili babo wathi kubo: Lingilingelani?


Kwasekusiza kuye abaFarisi, bambuza bathi: Kuvunyelwe yini ukuthi indoda ilahle umkayo? emlinga.


Kodwa uJesu ebazi ububi babo wathi: Bazenzisi, lingilingelani?


Ndodana yomuntu, yenza imfumbe, ukhulume umfanekiso kuyo indlu yakwa-Israyeli;


Esevumelene nezisebenzi ngodenariyu ngosuku, wazithumela esivinini sakhe.


Sebefikile bathi kuye: Mfundisi, siyazi ukuthi uqinisile, kawukhathali ngomuntu, ngoba kawubheki ubuso bomuntu, kodwa ufundisa indlela kaNkulunkulu ngeqiniso: Kuvunyelwe yini ukuthela. KuKesari, noma qha?


Base beyiletha. Wathi kubo: Ngokabani lo mfanekiso nombhalo na? Basebesithi kuye: KaKesari.


Bakusho lokho bemlinga, ukuze babe nokumbeka icala. Kepha uJesu wakhothama, waloba ngomunwe emhlabathini, kungathi akezwanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite