Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 12:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Bathumela kuye abanye babaFarisi nabakaHerode, ukuze bambambe ngamazwi akhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Khona abanye babaFarisi nabakaHerode bathunyelwa kuye ukuba bamhile ngezwi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Abanye babaFarisi nabalandeli bakaHerode bathunyelwa kuye ukuba bamhile ngezwi.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Bathumela kuye abanye babaFarisi nabakaHerode, ukuze bambambe ngamazwi akhe.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 12:13
12 Referans Kwoze  

Bemqamekela, befuna ukubamba utho oluphuma emlonyeni wakhe, ukuze bambeke icala.


Base bephuma abaFarisi, bahle bacebisana nabakaHerode ukuthi bangambulala kanjani.


Wasebalaya wathi: Qaphelani, lixwaye imvubelo yabaFarisi lemvubelo kaHerodi.


UJesu wasesithi kubo: Qaphelani liqaphele imvubelo yabaFarisi labaSadusi.


Base bethi: “Wozani sicebe amacebo ngoJeremiya; ngokuba umthetho awuyikubhubha kumpristi, neseluleko sohlakaniphileyo nezwi lomprofethi. Wozani simshaye ngolimi, singanaki amazwi akhe.


Owenza umuntu abe yisiphambeko ngenxa yezwi, ambekele ugibe osolayo esangweni, nolungileyo aphambukele ize.


Abazidlayo bangifihlele ugibe nezintambo; beneka inetha endleleni; bangifakela igin. Sela.


Abafuna ukuphila kwami bangibekela izingibe, nabafuna ukungilimaza bakhuluma okubi, baceba inkohliso usuku lonke.


Sebefikile bathi kuye: Mfundisi, siyazi ukuthi uqinisile, kawukhathali ngomuntu, ngoba kawubheki ubuso bomuntu, kodwa ufundisa indlela kaNkulunkulu ngeqiniso: Kuvunyelwe yini ukuthela. KuKesari, noma qha?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite