Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 11:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Nxa nimi nikhuleka, thethelelani, uma ninamagqubu nomunye, ukuze noYihlo osezulwini anithethelele iziphambeko zenu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Futhi nxa nimi nikhuleka, thethelelani, uma ninamagqubu nomunye, ukuze noYihlo osezulwini anithethelele iziphambeko zenu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Uma futhi nimi nikhuleka, thethelelanani, uma ninamagqubu nomunye, ukuze noYihlo osezulwini anithethelele iziphambeko zenu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Nxa nimi nikhuleka, thethelelani, uma ninamagqubu nomunye, ukuze noYihlo osezulwini anithethelele iziphambeko zenu.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 11:25
13 Referans Kwoze  

nibekezelelana, nithethelelane, uma umuntu enensongo komunye;


Kepha yibani nomusa omunye komunye, nihawukele, nithethelelane, njengalokho noNkulunkulu wanithethelela ngenxa kaKristu.


Ningahluleli, khona aniyikwahlulelwa; ningalahli, khona aniyikulahlwa;


Usithethelele amacala ethu, njengalokhu nathi sibathethelela abanamacala kithi.


Ngakho uma uletha umnikelo wakho e-altare, ukhumbula lapho ukuthi umfowenu unokuthile ngawe;


Ngokuba ukwahlulela okungenasihawu uyakuba nomusa; nesihawu siyathokoza ekwahlulelweni.


Nalapho nikhuleka, ningabi njengabazenzisi, ngokuba bathanda ukukhuleka bemi emasinagogeni nasemakhoneni ezindlela ukuba babonwe ngabantu. Ngiqinisile ngithi kini: Sebewutholile umvuzo wabo.


UmFarisi wema wazikhulekela ngokuthi: “Nkulunkulu, ngiyakubonga ngokuba ngingenjengabanye abantu, abaphangi, abangalungile, iziphingi, nanjengalo mthelisi.


Yangibonisa uJoshuwa, umpristi omkhulu, emi phambi kwengelosi kaJehova, noSathane emi ngakwesokunene sakhe ukumelana naye.


Laba bayiminqumo emibili nezinti zezibani ezimbili ezimi phambi kukaNkulunkulu womhlaba.


Kodwa umthelisi emi khatshana wayengathandi lokuphakamisela amehlo akhe ezulwini, kodwa watshaya isifuba sakhe, esithi: Nkulunkulu, ngihawukele mina soni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite