Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 10:41 - Contemporary Zulu Bible 2024

41 Kwathi abayishumi bekuzwa baqala ukuthukuthelela oJakobe noJohane.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Bathi ukuzwa lokho abayishumi, baqala ukuthukuthelela oJakobe noJohane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

41 Kwathi ukuba abalishumi bakuzwe lokho, base bebathukuthelela oJakobe noJohane.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

41 Kwathi abayishumi bekuzwa baqala ukuthukuthelela oJakobe noJohane.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 10:41
9 Referans Kwoze  

Ningenzi-lutho ngombango nangodumo lweze; kepha ngokuthobeka nishaye sengathi abanye bakhulu kunani.


Thandanani okuhle omunye komunye ngothando lobuzalwane; ekuhlonipheni nikhethe omunye komunye;


Ngokuzigqaja kuvela ukuxabana kuphela, kodwa kwabahlakaniphileyo kukhona ukuhlakanipha.


Ingabe nithi umbhalo usho ngeze ukuthi: “UMoya ohlezi kithi uhahela umhawu na?


Kwase kuba khona nokuphikisana phakathi kwabo kokuthi ngubani kubo ongathiwa mkhulu.


Kwathi abayishumi bekuzwa bazithukuthelela izelamani ezimbili.


Kepha uJesu wababizela kuye, wathi kubo: “Niyazi ukuthi labo okuthiwa babusa izizwe bazenza amakhosi phezu kwazo; nezikhulu zazo ziphethe amandla phezu kwazo.


Wathi kubo: “Amakhosi abezizwe azenza amakhosi phezu kwazo; lalabo abanegunya phezu kwazo babizwa ngokuthi ngabasizi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite