Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 10:22 - Contemporary Zulu Bible 2024

22 Wadabuka ngalelo zwi, wamuka edabukile, ngokuba wayenengcebo enkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 Kepha wanyukumala ngalelo zwi, wamuka edabukile, ngokuba wayenengcebo enkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 Kepha lelo lizwi lamnyukubalisa, waphindela emuva ebhocobele, ngokuba wayecebe kakhulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

22 Wadabuka ngalelo zwi, wamuka edabukile, ngokuba wayenengcebo enkulu.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 10:22
20 Referans Kwoze  

Wathi kubo: Qaphelani, nixwaye ukuhaha, ngokuba ukuphila komuntu akumi echichimeni lempahla yakhe.


Ngokuba uDema ungishiyile, ethanda leli zwe lamanje, waya eThesalonika; uKreske eGalathiya, uThithu eDalmatiya.


Ngokuba niyakwazi lokhu, ukuthi akukho sifebe, noma ongcolileyo, noma onesangabe ongokhonza izithombe, onefa embusweni kaKristu noNkulunkulu.


Beza kuwe njengokuza kwabantu, bahlale phambi kwakho njengabantu bami, bezwe amazwi akho, kepha bangawenzi; ngoba ngomlomo wabo batshengisa uthando olukhulu, kodwa inhliziyo yabo ilandela ukuhaha kwabo.


Ngokuba ukudabuka okuya ngokukaNkulunkulu kuveza ukuphendukela ekusindisweni okungaphenduki kukho, kepha ukudabuka kwezwe kuveza ukufa.


Ekuzwa lokho wadabuka kakhulu, ngokuba wayecebile kakhulu.


Kodwa ijaha selizwile lelolizwi, lahamba lidabukile, ngoba lalinengcebo enengi.


Ohlanyelwe emeveni nguye olizwayo izwi; futhi ukukhathazeka kwalesi simiso sezinto, nokukhohlisa kwengcebo kuminyanisa izwi, libe ngongatheli.


Inkosi yadabuka kakhulu; nokho ngenxa yesifungo sakhe nangenxa yabahlezi naye, akathandanga ukumlahla.


Khona uJudasi owamkhaphelayo, ebona ukuthi ulahliwe, wazisola, wabuyisela izinhlamvu zesiliva ezingamashumi amathathu kubapristi abakhulu namalunga;


Ngokuba uHerode wayemesaba uJohane emazi ukuthi uyindoda elungileyo engcwele, wamgcina; kwathi emuzwa, wenza izinto eziningi, wamuzwa ngokuthokoza.


Khona uJesu embuka emthanda, wathi kuye: Inye into oyisweleyo: hamba, uthengise ngakho konke onakho, uphe abampofu, khona uzakuba negugu ezulwini; mina.


UJesu waqalaza, wathi kubafundi bakhe: “Kuyakuba lukhuni kangakanani kwabanengcebo ukungena embusweni kaNkulunkulu!


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite