Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 1:45 - Contemporary Zulu Bible 2024

45 Kepha yena waphuma, waqala ukumemezela kakhulu nokuyidalula leyondaba, kwaze kwaba yilapho uJesu engasenakukwazi ukungena emzini obala, kodwa waba ngaphandle ezindaweni eziyihlane;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

45 Kepha yena esephumile waqala ukuyandisa kakhulu nokuyidumisa le ndaba, ngangokuba uJesu wayengasenakungena emzini obala; wayesehlala ngaphandle ezindaweni eziyihlane; beza kuye bevela nxazonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

45 Kepha owayenochoko esephumile, waqala ukuyisabalalisa le ndaba, kangangokuthi uJesu akabange esakwazi ukungena emzini bembona; wahlala ngaphandle ezindaweni eziyihlane. Nokho abantu beza kuye bevela nxazonke.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

45 Kepha yena waphuma, waqala ukumemezela kakhulu nokuyidalula leyondaba, kwaze kwaba yilapho uJesu engasenakukwazi ukungena emzini obala, kodwa waba ngaphandle ezindaweni eziyihlane;

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 1:45
12 Referans Kwoze  

Wabuye waphuma waya ngaselwandle; ixuku lonke laselisiza kuye, wabafundisa.


Kodwa sezihambile zalusakaza udumo lwakhe kulo lonke lelo zwe.


Isixuku esikhulu samlandela, ngokuba sasibona izibonakaliso zakhe azenzayo kwabagulayo.


Ngiyakukhumbula imisebenzi kaJehova; ngiyakukhumbula izimangaliso zakho zasendulo.


Kodwa uJesu wasuka wahamba labafundi bakhe, waya elwandle;


Base beyithabatha imali, benza njengalokho befundisiwe; leli zwi lisasakazwa phakathi kwabaJuda kuze kube namuhla.


Ngokuba baningi abangalaleliyo nabakhuluma okuyize nabakhohlisi, ikakhulukazi abokusoka;


Udumo lwalokhu lwanda ezweni lonke.


Isixuku sabuye sabuthana, baze bahluleka ngisho nokudla isinkwa.


Wabalaya ukuthi bangatsheli muntu;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite