Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 1:38 - Contemporary Zulu Bible 2024

38 Wathi kubo: “Asihambe siye emizini eseduze, ukuze ngishumayele nakhona, ngokuba ngiphumele lokho.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

38 Wathi kubo: “Masiye kwezinye izindawo emizaneni eseduze ukuba ngishumayele nakhona; ngokuba ngiphumele khona lokho.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

38 Wathi kubo: “Masihambe siye nakwezinye izindawo, emizaneni eseduze, ukuze ngishumayele nakhona, ngokuba ngeza ngenxa yaleso sizathu.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

38 Wathi kubo: “Asihambe siye emizini eseduze, ukuze ngishumayele nakhona, ngokuba ngiphumele lokho.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 1:38
10 Referans Kwoze  

Wathi kubo: “Ngimelwe ukushumayela umbuso kaNkulunkulu nakweminye imizi, ngokuba ngithunyelwe lokho.


Ngokuba amazwi onginike wona ngibanikile bona; futhi bawamukele, futhi bazi isibili ukuthi ngaphuma kuwe, futhi bakholwa ukuthi wena ungithumile.


Ngikukhazimulisile emhlabeni, ngiwuqedile umsebenzi onginike wona ukuba ngiwenze.


Ngaphuma kuBaba, futhi ngizile emhlabeni;


Wathi kubo: Beningifunelani na? beningazi yini ukuthi ngifanele ukuba kokukaBaba na?


Ngimelwe ukusebenza imisebenzi yongithumileyo kusesemini;


Sebemtholile bathi kuye: Bonke bayakufuna.


Wayeseshumayela emasinagogeni abo kulo lonke iGalile, ekhipha amademoni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite