Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaMarku 1:20 - Contemporary Zulu Bible 2024

20 Wababiza masinyane; base bemshiya uyise uZebedewu emkhunjini kanye nezisebenzi, bamlandela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Wababiza masinyane; base bemshiya uyise uZebedewu emkhunjini kanye nezisebenzi, bamlandela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Wababiza, masinyane base bemshiya esikebheni uyise uZebedewu nezisebenzi eziqashiweyo, bamlandela.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

20 Wababiza masinyane; base bemshiya uyise uZebedewu emkhunjini kanye nezisebenzi, bamlandela.

Gade chapit la Kopi




NgokukaMarku 1:20
11 Referans Kwoze  

Uma umuntu eza kimi, engazondi uyise, nonina, nomkakhe, nabantwana, nabafowabo, nawodadewabo, yebo, nokuphila kwakhe futhi, angebe ngumfundi wami.


UJesu waphendula wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Akakho oshiye indlu, noma abafowabo, noma odadewabo, noma uyise, noma unina, noma abantwana, noma amasimu ngenxa yami nangenxa yevangeli;


Othanda uyise noma unina kunami kangifanele; nothanda indodana noma indodakazi kunami kangifanele.


Ngakho-ke kusukela manje asisazi muntu ngokwenyama; yebo, noma sesimazi uKristu ngokwenyama, nokho kusukela manje asisamazi.


Wazishiya izinkabi, wagijima emva kuka-Eliya, wathi: “Ake ngange ubaba nomame, bese ngiyakulandela.” Wathi kuye: “Buyela emuva, ngokuba ngenzeni kuwe na?”


owathi kuyise nonina: “Angimbonanga; akabazi abafowabo, akabazi nabantwana bakhe, ngokuba baligcinile izwi lakho, bagcina isivumelwano sakho.


Wathi eqhubeka ingcosana, wabona uJakobe kaZebedewu noJohane umfowabo besemkhunjini belungisa amanetha abo.


Bangena eKapernawume; kwathi masinyane ngesabatha wangena esinagogeni, wafundisa.


Sebeyifikisile imikhumbi emhlabathini, bashiya konke, bamlandela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite