Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 9:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Kepha uHerode umtetrarki wezwa konke okwenziwa nguye, wasambatheka, ngokuba abanye bathi uJohane uvukile kwabafileyo;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Kwathi uHerode umtetrarki* ekuzwa konke okwenzekayo, wasambatheka ngokusho kwabanye ukuthi uJohane uvukile kwabafileyo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Kwathi uHerode, uMthethrakhi, ezwa ngakho konke okwakwenzeka, wadideka kakhulu, ngokuba abanye bathi kuye uJohane uvukile kwabafileyo,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Kepha uHerode umtetrarki wezwa konke okwenziwa nguye, wasambatheka, ngokuba abanye bathi uJohane uvukile kwabafileyo;

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 9:7
13 Referans Kwoze  

Basebephendula bathi: UJohane uMbhabhathizi; kodwa abanye bathi: UEliya; labanye bathi: Kuvukile omunye wabaprofethi abadala.


Kwathi ngomnyaka weshumi nanhlanu wokubusa kukaTiberiyu Kesari, uPontiyu Pilatu engumbusi waseJudiya, noHerode engumbusi wesifunda saseGalile, noFiliphu umfowabo engumbusi wesifunda sase-Itureya nasesifundeni saseTrakoniti, noLisaniya engumtetrarki wase-Abilene,


Abahle kunabo bonke banjengokhakhasi, abaqotho babukhali kunothango lwameva; luyeza usuku lwemilindo yakho nokuhanjelwa kwakho; manje bayoba ukudideka.


Ngoba luwusuku lokucindezeleka nolokunyathelwa nolwesiphithiphithi ngeNkosi uJehova Sebawoti esigodini sombono nokudilizwa kwezindonga nokuhlaba umkhosi ezintabeni.


Yeka indlela ababhujiswa ngayo ngokuphazima kweso! baqedwa ngokuphelele yingebhe.


Kuyakuba khona izibonakaliso elangeni nasenyangeni nasezinkanyezini; nasemhlabeni usizi lwezizwe, zididekile; kuhlokoma ulwandle namagagasi;


Kwathi uJohane esetilongweni ezwe imisebenzi kaKristu, wathuma ababili kubafundi bakhe.


Basebephendula bathi: UJohane uMbhabhathizi; labanye bathi: Ngomunye wabaprofethi.


Ngalolo suku kwafika abaFarisi abathile, bathi kuye: “Phuma, umuke lapha, ngokuba uHerode ufuna ukukubulala.


Kwathi esekwazi ukuthi ungowombuso kaHerodi, wamthumela kuHerodi, owayekhona laye eJerusalema ngalesosikhathi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite