Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 9:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wathi kubo: “Ningaphathi lutho lwendlela, naludondolo, nasikhwama, nasinkwa, namali; futhi ningabi namabhantshi amabili.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Wathi kubo: “Ningaphathi lutho lwendlela, naludondolo, nasikhwama, nasinkwa, namali, ningabi namabhantshi amabili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Wathi kubo: “Ningaphathi lutho lwendlela: naludondolo, nasikhwama sokuthekela, nasinkwa, namali; ningawaphathi amabhantshi amabili.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Wathi kubo: “Ningaphathi lutho lwendlela, naludondolo, nasikhwama, nasinkwa, namali; futhi ningabi namabhantshi amabili.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 9:3
12 Referans Kwoze  

Wathi kubo: “Mhla nginithuma ningenasikhwama, nasikhwama, nazicathulo, naswela utho na? Basebesithi: Lutho.


Thembela kuJehova, wenze okuhle; niyohlala ezweni, nondliwa.


Akakho osempini ozifaka ezindabeni zalokhu kuphila; ukuze amthokozise omkhethileyo ukuba yisosha.


Wasesithi kubafundi bakhe: Ngakho ngithi kini: Lingakhathaleli impilo yenu, ukuthi lizakudlani; noma ngomzimba ukuthi niyakwembathani.


Waphendula, wathi kubo: “Onezingubo ezimbili akabele ongenalutho; nalowo odlayo makenze ngokunjalo.


Uma uNkulunkulu embesa kanjalo utshani basendle obukhona namuhla, kusasa buphonswe eziko; kakhulu kangakanani anigqokisa nina eninokukholwa okuncane na?


ULevi wamenzela idili elikhulu endlini yakhe, kwakukhona isixuku esikhulu sabathelisi nabanye ababehlezi nabo ekudleni.


Wasebiza abayishumi nambili, waqala ukubathuma ngababili; wabanika amandla phezu kwawomoya abangcolileyo;


Nakuyiphi indlu eningena kuyo, hlalani khona, nimuke lapho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite