Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 8:51 - Contemporary Zulu Bible 2024

51 Esengenile endlini, kavumelanga muntu ukuthi angene, ngaphandle kukaPetro, loJakobe, loJohane, loyise wentombazana, lonina.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

51 Esefike endlini kavumanga ukuba kungene muntu naye, kuphela oPetru, noJohane, noJakobe, noyise wentombazana, nonina.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

51 Sebefikile endlini yomphathi wesinagoge, akavumelanga muntu ukuba angene endlini naye, kuphela uPhethro, uJohane, uJakobe uyise nonina bentombazane.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

51 Esengenile endlini, kavumelanga muntu ukuthi angene, ngaphandle kukaPetro, loJakobe, loJohane, loyise wentombazana, lonina.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 8:51
13 Referans Kwoze  

Kwathi emva kwalawo mazwi kungathi izinsuku eziyisishiyagalombili, wathatha oPetru noJohane noJakobe, wakhuphukela entabeni ukuyokhuleka.


Wathatha oPetru noJakobe noJohane, waqala ukumangala nokukhathazeka kakhulu;


Akayikukhala noma aphakamise, nezwi lakhe alizwakali ezitaladini.


Kepha uPetru wabakhiphela phandle bonke, waguqa, wakhuleka; waphendukela esidunjini, wathi: Thabitha, vuka. Yasivula amehlo ayo, yathi ibona uPetro yavuka yavuka.


uSimoni owaqamba laye ngokuthi nguPetro, loAndreya umfowabo, uJakobe, loJohane, loFiliphu, loBartolomewu,


Wangena wabahluthulela bobabili umnyango, wakhuleka kuJehova.


Kepha uJesu ekuzwa, wamphendula wathi: “Ungesabi, kholwa kuphela, khona uzakusindiswa.


Bakhala bonke, beyililela, kepha wathi: “Ningakhali; kafile, kodwa ulele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite