Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 8:5 - Contemporary Zulu Bible 2024

5 Kwaphuma umhlwanyeli ukuyohlwanyela imbewu yakhe; yanyathelwa, izinyoni zezulu zayidla zayidla.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 “Kwaphuma umhlwanyeli ukuyohlwanyela imbewu yakhe. Ekuhlwanyeleni kwakhe enye yawela ngasendleleni; yanyathelwa, izinyoni zezulu zayidla, zayiqeda.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 “Kwaphuma umhlwanyeli wayohlwanyela imbewu yakhe. Ekuhlwanyeleni kwakhe, enye imbewu yawela ngasendleleni; yanyathelwa, zayidla nezinyoni zezulu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

5 Kwaphuma umhlwanyeli ukuyohlwanyela imbewu yakhe; yanyathelwa, izinyoni zezulu zayidla zayidla.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 8:5
15 Referans Kwoze  

Ngakho-ke sifanele ukunakisisa kakhulu lokho esikuzwileyo, funa noma nini sishelele.


Laba ngasendleleni, lapho okuhlanyelwe khona ilizwi; kodwa nxa sebezwile, uSathane uyafika masinyane, alisuse izwi elihlwanyelwe ezinhliziyweni zabo.


Izinyoni zafika phezu kwezidumbu, u-Abrama wazixosha.


Wasephendula wathi kubo: Ohlanyela inhlanyelo enhle yiNdodana yomuntu;


Nina ningusawoti womhlaba, kepha uma usawoti edumele, ubusawoti bovuswa ngani na? kusukela ngaleso sikhathi awusasizi lutho, kuphela ukulahlwa ngaphandle, nokunyathelwa ngabantu.


Ubanyathele phansi bonke abaduka ezimisweni zakho, ngokuba inkohliso yabo ingamanga.


Kwasekubuthene ixuku elikhulu, leza kuye livela emizini yonke, wakhuluma ngomfanekiso.


Enye yawela edwaleni; kwathi nje imila yabuna, ngoba yayintula umswakama.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite