Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 8:42 - Contemporary Zulu Bible 2024

42 Ngoba wayelendodakazi eyodwa, eyayileminyaka elitshumi lambili, yona isigulela ukufa. Kepha ekuhambeni kwakhe abantu bamminyezela.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 Ngokuba yayinendodakazi eyodwa kungathi ineminyaka eyishumi nambili, yona isifa. Kepha esahamba, izixuku zamminyanisa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

42 ngokuba yayinendodakazi eyodwa vo, eneminyaka eli-12, eyayigulela ukufa. UJesu esaya lapho isixuku samminyanisa.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

42 Ngoba wayelendodakazi eyodwa, eyayileminyaka elitshumi lambili, yona isigulela ukufa. Kepha ekuhambeni kwakhe abantu bamminyezela.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 8:42
15 Referans Kwoze  

UJesu wasesithi: Ngubani ongithintileyo? Kwathi bonke bephika, uPetro lababelaye bathi: Nkosi, ixuku likucindezele, likucindezele, uthi: Ngubani ongithintileyo?


Esesondela ngasesangweni lomuzi, bheka, kwakukhona ofileyo ekhishelwa phandle, indodana eyodwa kanina, yena engumfelokazi, nabantu abaningi bomuzi babe naye.


Ngakho njengalokhu ngamuntu munye isono sangena emhlabeni, langesono ukufa; kanjalo ukufa kwedlulela kubantu bonke, lokhu bonke bonile;


UJesu wayesehamba naye; abantu abaningi bamlandela, bamminyezela.


“Wena ndodana yomuntu, akuyikuba mhla ngisusa kubo amandla abo, intokozo yenkazimulo yabo, isifiso samehlo abo, nalokho ababeka izinhliziyo zabo kukho, amadodana abo namadodakazi abo,


Ndodana yomuntu, bheka, ngisusa isifiso samehlo akho ngokushaya; kodwa akumelwe nilile futhi nikhale, nezinyembezi zenu ngeke zigeleze.


Ngoba ngubani owaziyo okumlungele umuntu kulokhu kuphila, zonke izinsuku zokuphila kwakhe okuyize azidlayo njengesithunzi na? ngoba ngubani ongazi okuzakuba emva kwakhe phansi kwelanga?


Bayachithwa kusukela ekuseni kuze kube kusihlwa;


Ngiyakuthululela phezu kwendlu kaDavide naphezu kwabakhileyo eJerusalema umoya womusa nokunxusa; futhi bayongibheka mina abangigwazayo, futhi bayomlilela njengoba nje umuntu elilela indodana yakhe eyodwa, futhi bayoba munyu kuyo, njengomuntu omunyu ngenxa yezibulo lakhe.


Bheka, kwafika indoda, nguJayiru igama layo, ingumphathi wesinagoge, yaziphonsa phansi ngasezinyaweni zikaJesu, yamncenga ukuba angene endlini yayo.


Owesifazana owayelomopho iminyaka elitshumi lambili, esechithe konke abephila ngakho ezinyangeni, engelakwelatshwa lamunye.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite