Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 7:42 - Contemporary Zulu Bible 2024

42 Kwathi bengenanto yokukhokha, wabathethelela bobabili. Ngitshele-ke, yimuphi kubo oyakumthanda kakhulu na?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 Bengenanto yokukhokha, wabayekela bobabili. Ngumuphi kubo konje oyakumthanda kakhulu na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

42 Lokhu babengenalutho lokumkhokhela, wabaxolela bobabili. Imuphi kulaba oyakumthanda kakhulu na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

42 Kwathi bengenanto yokukhokha, wabathethelela bobabili. Ngitshele-ke, yimuphi kubo oyakumthanda kakhulu na?

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 7:42
23 Referans Kwoze  

nibekezelelana, nithethelelane, uma umuntu enensongo komunye;


Kepha yibani nomusa omunye komunye, nihawukele, nithethelelane, njengalokho noNkulunkulu wanithethelela ngenxa kaKristu.


Esilokuhlengwa kuye ngegazi lakhe, ukuthethelelwa kwezono ngokwengcebo yomusa wakhe;


Ngokuba bonke abemisebenzi yomthetho baphansi kwesiqalekiso, ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Baqalekisiwe bonke abangahlali kukho konke okulotshiweyo encwadini yomthetho, ukuba bakwenze.


Ngoba lapho sisebuthakathaka, ngesikhathi esifaneleyo uKristu wafela abangamesabi uNkulunkulu.


belungisiswa ngesihle ngomusa wakhe ngokuhlengwa okukuKristu Jesu;


Inkosi yayo yathukuthela, yamnikela kubahlukumezi, ize ikhokhe konke eyayikukweleta.


Ngesula iziphambeko zakho njengefu, nezono zakho njengefu; buyela Kimi; ngoba ngikuhlengile.


Mina nginguye owesula iziphambeko zakho ngenxa yami futhi angikhumbuli izono zakho.


Yena othethelela zonke iziphambeko zakho; owelapha zonke izifo zakho;


Usithethelele amacala ethu, njengalokhu nathi sibathethelela abanamacala kithi.


Inkosi yaleyonceku yayisihawukela, yayikhulula, yayithethelela icala.


USimoni waphendula wathi: Ngithi ngulowo amthethelela kakhulu. Wathi kuye: Wahlulele kahle.


Owesifazana wasesithi: Pho, ucabangeleni into enje ngabantu bakaNkulunkulu? ngokuba inkosi ikhuluma ngale ndaba njengobi, ngokuba inkosi ayiyikumbuyisela ekhaya oxoshiwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite