Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 7:41 - Contemporary Zulu Bible 2024

41 Kwakukhona umtshelekisi othile owayenezikweletu ezimbili;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 “Kwakukhona abantu ababili abanamacala kumtshelekisi othile; icala lomunye lalingodenariyu* abangamakhulu ayisihlanu, elomunye amashumi ayisihlanu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

41 “Umbolekisi othile wayenabantu ababili ababemkweleta. Omunye wayekweleta odenariyu abangama-500, omunye ekweleta odenariyu abangama-50.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

41 Kwakukhona umtshelekisi othile owayenezikweletu ezimbili;

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 7:41
17 Referans Kwoze  

Ngakho-ke ngithi kuwe: Izono zakhe eziningi zithethelelwe; ngokuba wayethanda kakhulu, kepha othethelelwa okuncane, uthanda kancane.


Futhi umthetho wangena, ukuze isiphambeko sande. Kepha lapho kwavama khona isono, umusa wavama kakhulukazi;


Kodwa leyonceku yasiphuma, yafica enye inceku kanye layo eyayimkweleda wabodenariyo abalikhulu, yambamba, yayikhama, yathi: Ngikhokhele okukweletayo.


Usithethelele amacala ethu, njengalokhu nathi sibathethelela abanamacala kithi.


Ngokuba bonke bonile, basilalelwe inkazimulo kaNkulunkulu;


Usithethelele izono zethu; ngoba lathi sibathethelela bonke abalecala kithi. Ungasingenisi ekulingweni; kodwa usikhulule kokubi.


Nalabo abayishumi nesishiyagalombili owawela phezu kwabo umbhoshongo waseSilowama, wababulala, nithi bona babeyizoni kunabo bonke abantu abakhileyo eJerusalema na?


Kepha obengazi, wenza okufanele imivimbo, uyakushaywa imivimbo eyingcosana. Ngokuba yilowo nalowo ophiwe okuningi, kuyakubizwa okuningi kuye;


UJehova wathi kimi: “U-Israyeli ohlubukayo wazibonakalisa elungile kunoJuda ongathembekile.


Usho kanje uJehova, uthi: “Iphi incwadi yesahlukaniso kanyoko, engamala na? Kumbe ngubani kwabakweletayo engithengise kuye? Bhekani, nathengiswa ngobubi benu, nangenxa yeziphambeko zenu unyoko walahlwa.


Ubaba wafela ehlane, wayengekho eqenjini lababuthanela uJehova eqenjini likaKora; kodwa wafa esonweni sakhe futhi engenamadodana.


Wasephendula wathi kubo: Bapheni lina ukudla. Basebesithi kuye: Sihambe yini siyethenga izinkwa zabodenariyo abangamakhulu amabili, sibaphe badle?


UJesu waphendula wathi kuye: Simoni, ngilelizwi kuwe. Wathi: “Khuluma, Mfundisi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite