Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 6:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Kwathi futhi ngelinye isabatha wangena esinagogeni, wafundisa; kwakukhona umuntu osandla sakhe sokunene sasishwabene.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Kwathi-ke ngelinye isabatha wangena esinagogeni,* wafundisa. Kwakukhona umuntu lapho osandla sakhe sokunene sasishwabene.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Kwathi ngelinye isabatha uJesu wangena esinagogeni, wafundisa. Kwakukhona lapho umuntu owayeshwabene isandla sokunene.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Kwathi futhi ngelinye isabatha wangena esinagogeni, wafundisa; kwakukhona umuntu osandla sakhe sokunene sasishwabene.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 6:6
14 Referans Kwoze  

Kwakulele kuyo isixuku esikhulu sabagulayo, izimpumputhe, nezinyonga, nabashwabeneyo, belindele ukuzanyazanyiswa kwamanzi.


Wehlela eKapernawume umuzi waseGalile, wabafundisa ngesabatha.


Wafika eNazaretha, lapho akhulele khona; njengokwenza kwakhe wangena esinagogeni ngosuku lwesabatha, wasukuma ukuba afunde.


UJesu walihamba lonke elaseGalile efundisa emasinagogeni abo, eshumayela ivangeli lombuso, ephulukisa abantu ekuguleni nasekuguleni konke.


Ngakho abanye kubaFarisi bathi: Lo kaveli kuNkulunkulu, ngoba kagcini isabatha. Abanye bathi: Umuntu oyisoni angenza njani izibonakaliso ezinje? Kwaba khona ukuhlukana phakathi kwabo.


UJesu waphendula wakhuluma kuzo izazimthetho nabaFarisi, wathi: Kuvunyelwe yini ukuphulukisa ngesabatha na?


Wayefundisa kwelinye lamasinagoge ngesabatha.


Kwathi ngesabatha lesibili ngesabatha lokuqala, wadabula amasimu; abafundi bakhe bakha izikhwebu, badla, bezihlikihla ngezandla.


Inkosi uJerobowamu isizwile izwi lomuntu kaNkulunkulu owamemeza emelene ne-altare eBethele, yelula isandla sakhe e-altare, yathi: “Mbambe.” Isandla sakhe aselulele kuye soma, wangabe esakwazi ukusibuyisela kuye.


Maye kumalusi okhonza izithombe oshiya umhlambi! inkemba iyakuba phezu kwengalo yakhe naphezu kweso lakhe lokunene; ingalo yakhe iyobuna ihlanzekile, neso lakhe lokunene liyoba mnyama ngokuphelele.


Wasesithi kubo: INdodana yomuntu iyiNkosi leyesabatha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite