Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 5:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Baqhweba abalingane babo ababekomunye umkhumbi, ukuba beze babasize. Beza, bayigcwalisa imikhumbi yomibili, yaze yaqala ukucwila.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Babaqhweba omana babo abakomunye umkhumbi ukuba beze, bababambise. Beza-ke, bayigcwalisa imikhumbi yomibili, yaze yathi ayizike.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Baqhweba abangani babo abakwesinye isikebhe ukuba beze, babasize. Beza-ke, bagcwalisa zombili izikebhe, zaze zacishe zazika.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Baqhweba abalingane babo ababekomunye umkhumbi, ukuba beze babasize. Beza, bayigcwalisa imikhumbi yomibili, yaze yaqala ukucwila.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 5:7
9 Referans Kwoze  

Ngiyakuncenga-ke nawe sithandwa sami esiqotho, ukuthi usize labo besifazane abashikashikeka kanye nami evangelini, kanye noKlemente, nezinye izisebenzi kanye nami, abamagama abo asencwadini yokuphila.


Thwalisanani imithwalo yenu, kanjalo nigcwalise umthetho kaKristu.


UBarnabasi wasesuka waya eTarsu ukuyadinga uSawuli;


Umuntu onabangane kumelwe abe nobungane; futhi kukhona umngane onamathela ngaphezu komfowenu.


Uma ubona imbongolo yenzondo yakho ilele phansi komthwalo wayo futhi ungafuni ukuyisiza, kumelwe uyisize ngempela.


Sebemukisile isixuku, bamthatha esemkhunjini. Kwakukhona neminye imikhumbi emincane kanye naye.


Sebekwenzile lokho babamba izinhlanzi eziningi kakhulu, lagqabhuka inetha labo.


USimoni Petru ekubona, wawa phansi emadolweni kaJesu, wathi: “Suka kimi; ngoba ngingumuntu oyisoni, Nkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite