Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 5:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wasengena komunye wemikhumbi, owawungokaSimoni, wamcela ukuthi awususe kancane emhlabathini. Wahlala phansi, wafundisa abantu esemkhunjini.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Esengene komunye wemikhumbi ongokaSimoni wamcela ukuba asuke kancane emhlabathini. Wahlala phansi, wabafundisa abantu esemkhunjini.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Wangena kwesinye sezikebhe okwakungesikaSimoni, wamcela ukuba athi ukuqhela kancane emhlabathini. UJesu wahlala phansi, wasifundisa isixuku esesikebheni.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Wasengena komunye wemikhumbi, owawungokaSimoni, wamcela ukuthi awususe kancane emhlabathini. Wahlala phansi, wafundisa abantu esemkhunjini.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 5:3
8 Referans Kwoze  

UJesu ehamba ngaselwandle lwaseGalile wabona izelamani ezimbili, uSimoni othiwa uPetru, no-Andreya umfowabo, bephonsa inetha olwandle, ngokuba babengabadobi.


Kwathi kusesekuseni wabuye weza ethempelini, abantu bonke beza kuye; wahlala phansi wabafundisa.


Wasekhuluma kubafundi bakhe ukuthi umkhunjana umlinde ngenxa yexuku, hlezi bammpitshe.


Ngokuba wayephulukise abaningi; baze bamcindezela ukuba bamthinte bonke ababenezifo.


Wabona imikhumbi emibili imi ngaselwandle, kepha abadobi babephumile kuyo, begeza amanetha abo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite