Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 5:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Wabona imikhumbi emibili imi ngaselwandle, kepha abadobi babephumile kuyo, begeza amanetha abo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 wabona imikhumbi emibili imi ngaselwandle; abadobi babephumile kuyo behlanza amanetha.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Wabona izikebhe ezimbili zimi ngasolwandle, abadobi babengekho kuzo, besahlanza amanetha.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Wabona imikhumbi emibili imi ngaselwandle, kepha abadobi babephumile kuyo, begeza amanetha abo.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 5:2
7 Referans Kwoze  

Wathi eqhubeka ingcosana, wabona uJakobe kaZebedewu noJohane umfowabo besemkhunjini belungisa amanetha abo.


Eqhubeka esuka lapho wabona ezinye izelamani ezimbili, uJakobe kaZebedewu noJohane umfowabo, besemkhunjini kanye noZebedewu uyise, belungisa amanetha abo; wasebabiza.


UJesu ehamba ngaselwandle lwaseGalile wabona izelamani ezimbili, uSimoni othiwa uPetru, no-Andreya umfowabo, bephonsa inetha olwandle, ngokuba babengabadobi.


Esahamba ngaselwandle lwaseGalile, wabona oSimoni no-Andreya umfowabo kaSimoni bephonsa inetha olwandle, ngokuba babengabadobi.


Kwathi isixuku simcindezela ukuba sizwe izwi likaNkulunkulu, wayemi ngaselwandle lwaseGenesaretha.


Wasengena komunye wemikhumbi, owawungokaSimoni, wamcela ukuthi awususe kancane emhlabathini. Wahlala phansi, wafundisa abantu esemkhunjini.


Omunye wababili abezwa uJohane ekhuluma bamlandela wayengu-Andreya umfowabo kaSimoni Petru.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite