Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 5:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Wayesesuka waya ehlane wakhuleka.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Kepha yena wamonyukela ehlane, wakhuleka.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Kepha uJesu wamonyuka, waya ehlane, ukuyokhuleka.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Wayesesuka waya ehlane wakhuleka.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 5:16
8 Referans Kwoze  

Kwathi ngalezo zinsuku waphuma waya entabeni ukuyokhuleka; wahlala ubusuku bonke ekhuleka kuNkulunkulu.


Esezimukisile izixuku wenyukela entabeni eyedwa ukuyokhuleka; sekuhlwile wayeyedwa lapho.


Esebamukisile wenyuka waya entabeni ukuyokhuleka.


Kwathi uJesu esazi ukuthi bazakuza ukumbamba ngamandla, bambeke inkosi, wabuya wasuka waya entabeni yena yedwa.


Kwathi sebebhabhathiziwe abantu bonke, uJesu laye esebhabhathiziwe, ekhuleka, izulu lavuleka;


Kwathi emva kwalawo mazwi kungathi izinsuku eziyisishiyagalombili, wathatha oPetru noJohane noJakobe, wakhuphukela entabeni ukuyokhuleka.


Kwathi ekhuleka, isimo sobuso bakhe saguquka, nengubo yakhe yaba mhlophe, yabenyezela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite