Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 4:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wamyisa eJerusalema, wammisa esiqongweni sethempeli, wathi kuye: “Uma uyiNdodana kaNkulunkulu, ziphonse phansi usuka lapha;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wayesemholela eJerusalema, wammisa esiqongweni sethempeli, wathi kuye: “Uma uyiNdodana kaNkulunkulu, ziphonse phansi lapha,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 USathane wayesemholela eJerusalema, wammisa esiqongweni sethempeli, wathi kuye: “Uma uyiNdodana kaNkulunkulu, ziphonse phansi lapha,

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Wamyisa eJerusalema, wammisa esiqongweni sethempeli, wathi kuye: “Uma uyiNdodana kaNkulunkulu, ziphonse phansi usuka lapha;

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 4:9
7 Referans Kwoze  

USathane wathi kuye: “Uma uyiNdodana kaNkulunkulu, yisho kuleli tshe ukuba libe yisinkwa.


futhi yabonakaliswa ukuthi iyiNdodana kaNkulunkulu ngamandla, ngomoya wobungcwele, ngokuvuka kwabafileyo;


Bheka, bamemeza bathi: “Sinamsebenzi muni nawe Jesu, Ndodana kaNkulunkulu na? Uze lapha ukusihlupha singakafiki isikhathi?


Wayesethi uJehova kuSathane: “Bheka, usesandleni sakho; kodwa usindise impilo yakhe.


Umpheme owawuphambi kwendlu, ubude bawo babulingana nobubanzi bendlu, buyizingalo ezingamashumi amabili, nokuphakama kwawo kwakuyikhulu namashumi amabili; walinameka ngaphakathi ngegolide elicwengekileyo.


Ngokuba kulotshiwe ukuthi: “Uyakuyaleza izingelosi zakhe ngawe, ukuba zikugcine;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite