Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 24:41 - Contemporary Zulu Bible 2024

41 Kodwa bengakakholwa ngenxa yentokozo bemangala, wathi kubo: Lilokudla lapha yini?

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

41 Kepha bengakakholwa ngenxa yentokozo bemangala, wathi kubo: “Ninakho ukudla lapha na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

41 Kepha babengakholwa ngenxa yentokozo nokumangala, wathi kubo: “Ninakho yini ukudla lapha na?”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

41 Kodwa bengakakholwa ngenxa yentokozo bemangala, wathi kubo: Lilokudla lapha yini?

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 24:41
14 Referans Kwoze  

Khona uJesu wathi kubo: Bantwana, aninakho ukudla na? Bamphendula bathi: Hatshi.


Nani-ke nilusizi manje, kepha ngobuye nginibone, inhliziyo yenu ijabule; intokozo yenu akakho oniphuca yona.


Uma ngimbiza, wangiphendula; nokho ngangingakholwa ukuthi ulalele izwi lami.


Kodwa bona sebezwile ukuthi uyaphila lokuthi ubonwe nguye, kabakholwanga.


Nabo bahamba babikela abanye;


Emva kwalokho wabonakala kwabayishumi nanye behlezi ekudleni, wabasola ngokungakholwa kwabo nobulukhuni benhliziyo, ngokuba bengakholwanga yilabo ababembonile esevusiwe.


Namazwi abo aba njengeze nje kubo, kabaze bakholwa yibo.


Esekushilo lokho wababonisa izandla nezinyawo.


Bamnika iqatha lenhlanzi eyosiweyo neqa lezinyosi.


Kuthe selilazi izwi likaPetru, alivulanga isango ngenxa yokuthokoza, kodwa wagijima wabika ukuthi uPetru wayemi phambi kwesango.


Babanezinhlanzana eziyingcosana; wabusisa, wathi mazibekwe phambi kwabo nazo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite