Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 23:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 UHerode embona uJesu wajabula kakhulu, ngokuba kwase kuyisikhathi eside efuna ukumbona, lokhu ebezwile ngaye; wayethemba ukuthi uzobona isibonakaliso senziwa nguye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Kwathi uHerode embona uJesu, wathokoza kakhulu, ngokuba kwase kukade efuna ukumbona, lokhu ebezwile ngaye; wayethemba ukuthi uzakubona isibonakaliso esithile senziwa nguye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 UHerode lapho ebona uJesu, wathokoza kakhulu, ngokuba kwase kuyisikhathi eside efisa ukumbona, lokhu wayesezwile ngaye futhi enethemba lokuthi uzakubona isibonakaliso esithile senziwa nguJesu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 UHerode embona uJesu wajabula kakhulu, ngokuba kwase kuyisikhathi eside efuna ukumbona, lokhu ebezwile ngaye; wayethemba ukuthi uzobona isibonakaliso senziwa nguye.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 23:8
8 Referans Kwoze  

Inkosi uHerode yasizwa ngaye; (ngokuba igama lakhe laduma) wathi: “UJohane uMbhapathizi uvukile kwabafileyo, ngakho-ke imisebenzi yamandla iyabonakala kuye.


Ngalesosikhathi uHerodi umtetrarki wezwa indumela kaJesu.


Ethi: “Nami ngiphe lawomandla, ukuze kuthi noma ubani engibeka izandla phezu kwakhe amukele uMoya oNgcwele.


Wathi kubo: “Niyakusho kimi lesi saga sokuthi: ‘Nyanga, zelaphe wena;’


Kepha uNahamani wathukuthela, wahamba, wathi: “Bheka, bengithi uyakuphumela nokuphuma eze kimi, ame, abize igama likaJehova uNkulunkulu wakhe, ashaye isandla sakhe phezu kwaleyo ndawo naphezu konochoko.”


Wasebizela kuye ixuku kanye labafundi bakhe, wathi kubo: Loba ngubani ofuna ukungilandela, kazidele, athabathe isiphambano sakhe, angilandele.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite