Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 23:44 - Contemporary Zulu Bible 2024

44 Kwathi kungaba yihora lesithupha, kwaba khona ubumnyama phezu komhlaba wonke kwaze kwaba yihora lesishiyagalolunye.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 Kungaba yihora lesithupha kwase kuba mnyama emhlabeni wonke, kwaze kwaba yihora lesishiyagalolunye;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

44 Kwathi ngehora lesithupha kwaba mnyama ezweni lonke, kwaze kwaba yihora lesishiyagalolunye.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

44 Kwathi kungaba yihora lesithupha, kwaba khona ubumnyama phezu komhlaba wonke kwaze kwaba yihora lesishiyagalolunye.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 23:44
12 Referans Kwoze  

Kusukela ngehora lesithupha kwaba mnyama emhlabeni wonke kwaze kwaba yihora lesishiyagalolunye.


Ngalolo suku, isho iNkosi uJehova, ngiyakwenza ukuba ilanga lishone emini bebade, ngenze ubumnyama emhlabeni emini libalele.


Ilanga liyakuphenduka ubumnyama, nenyanga ibe yigazi, lungakafiki lolo suku lweNkosi olukhulu noluphawulekayo;


Amathuna avuleka; nemizimba eminingi yabangcwele ababelele yavuka;


Kwakulilungiselelo lephasika, kwakungaba yihora lesithupha; wayesethi kubaJuda: “Bhekani inkosi yenu!


Kwathi induna yekhulu eyayimi maqondana laye ibona ukuthi wakhala ngokunjalo wafa, yathi: Ngeqiniso lumuntu ubeyiNdodana kaNkulunkulu.


Maye kinina enifisa usuku lukaJehova! kuyini kuwe na? usuku lukaJehova luwubumnyama, alukona ukukhanya.


Ilanga liyakuphenduka ubumnyama nenyanga ibe yigazi, lungakafiki usuku lukaJehova olukhulu nolwesabekayo.


Wathuma ubumnyama, kwaba mnyama; futhi abahlubukanga ezwini lakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite