Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 23:11 - Contemporary Zulu Bible 2024

11 UHerodi lamabutho akhe bameyisa, bamklolodela, bamgqokisa isembatho esikhazimulayo, bambuyisela kuPilatu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Kepha uHerode namabutho akhe bameyisa, bambhinqa, baze bamembathisa ingubo ecwebezelayo, bambuyisela kuPilatu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Kepha uHerode namabutho akhe bamedelela, bambhinqa, baze bamembathisa ingubo ecwebezelayo, bambuyisela kuPilatu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

11 UHerodi lamabutho akhe bameyisa, bamklolodela, bamgqokisa isembatho esikhazimulayo, bambuyisela kuPilatu.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 23:11
16 Referans Kwoze  

Udelelekile, waliwa ngabantu; umuntu wosizi nojwayelene nosizi; futhi samfihlela ubuso bethu njengokungathi; wayedelelekile, futhi asizange simhloniphe.


Khona waphuma uJesu, ethwele umqhele wameva, nengubo ebubende; UPilatu wasesithi kubo: Khangelani umuntu!


Waphendula, wathi kubo: “Nempela u-Eliya uyeza kuqala, abuyisele zonke izinto; nokuthi kulotshiwe kanjani ngeNdodana yomuntu ukuthi imelwe ukuhlupheka ngokuningi, idelelwe.


Usho kanje uJehova, uMhlengi ka-Israyeli, noNgcwele wakhe, kuye odelela umuntu, kuye isizwe esimenyanyayo, encekwini yezikhulu: Amakhosi ayakubona lokhu, asukume, nezikhulu zikhuleke ngenxa yalokho. KaJehova othembekileyo noNgcwele ka-Israyeli, uyakunikhetha.


Kepha mina ngiyisibungu, angikho; ihlazo labantu nokudelelwa ngabantu.


Ngalesosikhathi uHerodi umtetrarki wezwa indumela kaJesu.


Ngokuba uHerode wayembambile uJohane, wambopha, wamfaka etilongweni ngenxa kaHerodiya umkaFiliphu umfowabo.


Kwathi sekugujwa usuku lokuzalwa kukaHerodi, indodakazi kaHerodiya yasina phambi kwabo, yamthokozisa uHerodi.


Abapristi abakhulu nababhali babemi bemmangalela kakhulu.


Ngokuba uma kungena ebandleni lenu indoda enendandatho yegolide, ingubo enhle, kungena nompofu ogqoke izingubo ezingcolile;


Nimhlonipha owembethe ingubo ewubukhazikhazi, nithi kuye: “Hlala wena lapha endaweni enhle; nithi kwabampofu: ‘Yima wena lapho, noma uhlale lapha phansi kwesenabelo sezinyawo zami;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite