Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 22:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Wasuka wahamba, wakhuluma nabapristi abakhulu nezinduna, ukuthi angamkhaphela kanjani kubo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Wasuka wakhuluma nabapristi abakhulu nezinduna ngokuthi angamkhaphela kanjani kubo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Wasuka wayobhunga nabaphristi abakhulu nezinduna, ukuthi angamkhaphela kanjani uJesu kubo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Wasuka wahamba, wakhuluma nabapristi abakhulu nezinduna, ukuthi angamkhaphela kanjani kubo.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 22:4
9 Referans Kwoze  

Kwathi umpristi omkhulu, nenduna yethempeli, nabapristi abakhulu bezwile lokho, bamangala ngabo ukuthi lokhu kuzokwenzakalani.


Kwathi besakhuluma ebantwini, abapristi lenduna yethempeli labaSadusi beza phezu kwabo.


Khona yahamba induna nezikhonzi, zabaletha kungengamandla, ngokuba besesaba abantu, funa bakhandwe ngamatshe.


UJesu wayesethi kubapristi abakhulu nezinduna zethempeli namalunga ababeze kuye: “Niphume niphethe izinkemba nezinduku kungathi nize kumphangi na?


Khona kwasuka omunye wabayishumi nambili, othiwa uJuda Iskariyothe, waya kubapristi abakhulu,


no-Azariya indodana kaHilikiya indodana kaMeshulamu indodana kaSadoki indodana kaMerayoti indodana ka-Ahithubi, umbusi wendlu kaNkulunkulu;


USeraya indodana kaHilikiya indodana kaMeshulamu indodana kaSadoki indodana kaMerayoti indodana ka-Ahithubi wayengumphathi wendlu kaNkulunkulu.


Base bejabula, bavumelana naye ukumnika imali.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite