Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 22:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Abapristi abakhulu nababhali bafuna ukuthi bangambulala kanjani; ngoba babesaba abantu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Abapristi abakhulu nababhali bafuna ukuba bangambulala kanjani; ngokuba babesaba abantu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Abaphristi abakhulu nezazimthetho babefuna iqhinga lokuthi bangambulala kanjani uJesu, ngokuba babesaba abantu.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Abapristi abakhulu nababhali bafuna ukuthi bangambulala kanjani; ngoba babesaba abantu.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 22:2
12 Referans Kwoze  

Kepha abapristi abakhulu nabaFarisi babekhiphe umyalo wokuthi, uma ekhona owaziyo lapho ekhona, ababikele, ukuze bambambe.


Abapristi abakhulu nababhali bafuna ukumbamba ngaso leso sikhathi; besaba abantu, ngokuba baqonda ukuthi uwukhulume lo mfanekiso ngabo.


Base bephuma abaFarisi, benza icebo ngaye lokuba bambhubhise.


Ngokuba isibili uHerode, noPontiyu Pilatu, kanye nabezizwe, nabantu bakwa-Israyeli babuthana ndawonye ngokumelene neNdodana yakho engcwele uJesu owamgcobayo;


Kodwa abalimi sebeyibonile indodana bakhulumisana besithi: Lo uyindlalifa; wozani siyibulale, sidle ifa layo.


Niyazi ukuthi emva kwezinsuku ezimbili kungumkhosi wePhasika, futhi iNdodana yomuntu izokhashelwa ukuba ibethelwe esiphambanweni.


Emva kwezinsuku ezimbili kwakukhona iPhasika nomkhosi wesinkwa esingenamvubelo; abapristi abakhulu nababhali bafuna ukuthi bangambamba kanjani ngobuqili, bambulale.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite