Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 22:16 - Contemporary Zulu Bible 2024

16 Ngokuba ngithi kini: Angisayikuphinda ngiyidle, ize igcwaliseke embusweni kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

16 Ngokuba ngithi kini: Angisayikulidla ngempela lize ligcwaliseke embusweni kaNkulunkulu.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

16 Ngokuba ngithi kini: angisayukulidla futhi, kuze kufezeke inhloso yalo embusweni kaNkulunkulu.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

16 Ngokuba ngithi kini: Angisayikuphinda ngiyidle, ize igcwaliseke embusweni kaNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 22:16
11 Referans Kwoze  

Yathi kimi: “Loba ukuthi: Babusisiwe abamenyelwe esidlweni somshado weWundlu. Yathi kimi: Lawa angamazwi kaNkulunkulu aqinisileyo.


Kwathi omunye wababehlezi naye ekudleni esizwa lezizinto, wathi kuye: Ubusisiwe odla isinkwa embusweni kaNkulunkulu.


ukuze nidle, niphuze etafuleni lami embusweni wami, nihlale ezihlalweni zobukhosi, nahlulele izizwe eziyishumi nambili zakwa-Israyeli.


Hhayi kubantu bonke, kodwa kubofakazi abakhethwe ngaphambili nguNkulunkulu, kithina esadla, saphuza naye emva kokuvuka kwakhe kwabafileyo.


Ningasebenzeli ukudla okuphelayo, kodwa ukudla okuhlala kuze kube ngukuphila okuphakade, eyonipha khona iNdodana yomuntu;


Zibusisiwe lezozinceku, okuyakuthi inkosi, nxa ifika, izifumane zilindile;


Wathi kubo: “Nginxanele nokunxanela ukudla nani leli phasika ngingakahlupheki.


Ngokuba ngithi kini: Angisayikuphuza okwesithelo somvini, uze ufike umbuso kaNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite