Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 21:6 - Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngokuqondene nalezi zinto enizibonayo, kuyeza izinsuku okungayikushiywa ngazo itshe phezu kwetshe elingayikudilizelwa phansi.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 “Kuyakufika izinsuku, lapho kungayikushiywa kulokhu enikubonayo itshe phezu kwetshe elingayikudilizelwa phansi.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 “Kuyakufika izinsuku lapho kulokhu enikubonayo, kungayukushiywa itshe phezu kwelinye elingayukudilizelwa phansi.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

6 Ngokuqondene nalezi zinto enizibonayo, kuyeza izinsuku okungayikushiywa ngazo itshe phezu kwetshe elingayikudilizelwa phansi.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 21:6
20 Referans Kwoze  

UJesu waphendula wathi kuye: “Uyazibona lezi zakhiwo ezinkulu na? akuyikushiywa itshe phezu kwetshe elingayikudilizelwa phansi.


UJesu wathi kubo: “Aniziboni zonke lezi zinto na? ngiqinisile ngithi kini: Akuyikushiywa lapha itshe phezu kwetshe elingayikudilizelwa phansi.


Ngenxa yentaba yaseSiyoni eseyincithakalo, izimpungushe zihamba phezu kwayo.


Ngiyakubutha zonke izizwe ukuba zilwe neJerusalema; umuzi uyothathwa, izindlu ziphangwe, nabesifazane bahlazeke; ingxenye yomuzi iyakuthunjwa, insali yabantu ayiyikunqunywa emzini.


Vula iminyango yakho, Lebanoni, ukuze umlilo uqede imisedari yakho.


Yeka indlela igolide elibuthuntu ngayo! igolide elicwengekileyo liguqulwa kanjani! amatshe endlu engcwele achithekile eziqongweni zazo zonke izitaladi.


UMika waseMoresheti waprofetha ezinsukwini zikaHezekiya inkosi yakwaJuda, wakhuluma kubo bonke abantu bakwaJuda, wathi: “Usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: IZiyoni liyakulinywa njengensimu, iJerusalema libe yizinqwaba; nentaba yendlu injengeziqongo zehlathi.


Uprofetheleni egameni likaJehova, uthi: ‘Le ndlu iyakuba njengeShilo, nalo muzi uyakuba yihlane elingenamuntu ohlala kulo? Bonke abantu babuthana kuJeremiya endlini kaJehova.


Ngiyakwenza le ndlu ibe njengeShilo, ngenze lo muzi ube yisiqalekiso kuzo zonke izizwe zomhlaba.


Ngalokho iSiyoni liyakulinywa ngenxa yenu njengensimu, iJerusalema libe yizinqwaba, nentaba yendlu ibe njengeziqongo zehlathi.


Basebembuza besithi: Mfundisi, kodwa lezizinto zizakuba nini? futhi siyakuba yini isibonakaliso lapho lezi zinto zizokwenzeka na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite