Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 21:3 - Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Lo mfelokazi ompofu ubeke okuningi kunabo bonke;

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Lo mfelokazi ompofu ubeke okuningi kunabo bonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 UJesu wayesethi: “Ngiqinisile ngithi kini: lo mfelokazi ompofu ufake okuningi kunabo bonke.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

3 Wathi: “Ngiqinisile ngithi kini: Lo mfelokazi ompofu ubeke okuningi kunabo bonke;

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 21:3
13 Referans Kwoze  

Ngokuba uma kuqala kukhona ukuvuma, kwamukeleka ngokwalokho umuntu anakho, kungenjengalokho angenakho.


UPetro wasevula umlomo wakhe, wathi: Ngeqiniso ngiyabona ukuthi uNkulunkulu kabheki ubuso.


Ngokuba isibili uHerode, noPontiyu Pilatu, kanye nabezizwe, nabantu bakwa-Israyeli babuthana ndawonye ngokumelene neNdodana yakho engcwele uJesu owamgcobayo;


Ngiqinisile ngithi kini: Izayibeka phezu kwakho konke elakho.


Kodwa ngiqinisile ngithi kini: Bakhona abanye kwabemiyo lapha, abangayikukuzwa ukufa, baze babone umbuso kaNkulunkulu.


Kepha ngiqinisile ngithi kini: Kwakukhona kwa-Israyeli abafelokazi abaningi emihleni ka-Eliya, lapho izulu lalivaliwe iminyaka emithathu nezinyanga eziyisithupha, kwaba khona indlala enkulu ezweni lonke;


Wabona nomfelokazi othile ompofu ephonsa khona amafadingi amabili.


Ngokuba bonke laba baphosele eminikelweni kaNkulunkulu kokuchichima kwabo, kepha yena ekusweleni kwakhe ubeke konke abephila ngakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite