Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 21:21 - Contemporary Zulu Bible 2024

21 Khona abaseJudiya mababalekele ezintabeni; nabaphakathi kwawo mabaphume baphume; nabasemaphandleni bangangeni kuwo.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

21 Khona abaseJudiya mababalekele ezintabeni, abaphakathi kwalo baphume, abasemaphandleni bangangeni kulo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

21 Ngakho-ke labo abaseJudiya mababalekele ezintabeni; abakulo, mabaphume baphele; abasemasimini, abangangeni kulo.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

21 Khona abaseJudiya mababalekele ezintabeni; nabaphakathi kwawo mabaphume baphume; nabasemaphandleni bangangeni kuwo.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 21:21
13 Referans Kwoze  

Nina bantwana bakwaBenjamini, hlanganani nibalekele eJerusalema, nibethe icilongo eThekhowa, nimise isibonakaliso somlilo eBeti Hakeremi, ngokuba ububi buvela enyakatho nokubhubhisa okukhulu.


Ngase ngizwa elinye izwi livela ezulwini, lithi: “Phumani kuyo, bantu bami, ukuze ningahlanganyeli ezonweni zayo, nokuze ningamukeli okwezinhlupho zayo.


Ophezu kwendlu kangehli aye endlini, futhi angangeni ukuze athathe utho endlini yakhe;


Khona abaseJudiya mababalekele ezintabeni;


Kepha lapho uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, engena ezweni, sathi: “Wozani siye eJerusalema ngenxa yempi yamaKaledi nangenxa yempi yama-Aramu; hlala eJerusalema.


Umuntu ohlakaniphileyo uyabona ububi, acashe, kepha abangenalwazi bayaqhubeka, bajeziswe.


Wakhuluma ebandleni, wathi: “Sukani ematendeni alaba bantu ababi, ningathinti lutho lwabo, funa nibhubhe ezonweni zabo zonke.”


Kepha umkakhe wabheka emva kwakhe, waba yinsika kasawoti.


Esebakhiphele phandle wathi: “Balekani ukuphila kwenu; ungabheki emva kwakho, ungahlali ethafeni lonke; balekela entabeni, funa ubhujiswe.


UJeremiya wayesesuka eJerusalema waya ezweni lakwaBenjamini, azehlukanise khona phakathi kwabantu.


Kwathi uJesu esezelwe eBetlehema laseJudiya emihleni kaHerode inkosi, bheka, kwafika eJerusalema izazi zivela empumalanga,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite