Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 2:40 - Contemporary Zulu Bible 2024

40 Umntwana wakhula, waba namandla, egcwala ukuhlakanipha; nomusa kaNkulunkulu wawuphezu kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Wakhula umntwana, waba namandla, wagcwala ukuhlakanipha; nomusa kaNkulunkulu wawuphezu kwakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 Wakhula umntwana, waba namandla, wagcwala ukuhlakanipha; umusa kaNkulunkulu wawuphezu kwakhe.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

40 Umntwana wakhula, waba namandla, egcwala ukuhlakanipha; nomusa kaNkulunkulu wawuphezu kwakhe.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 2:40
17 Referans Kwoze  

UJesu waqhubeka ekuhlakanipheni nasekukhuleni nasekuthandeni uNkulunkulu nakubantu.


Umntwana wakhula, waba namandla emoyeni; wayesezinkangala kwaze kwaba lusuku lokubonakaliswa kwakhe kuIsrayeli.


ULizwi waba yinyama, wakha phakathi kwethu, sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise, egcwele umusa neqiniso.


Umntwana uSamuweli wakhula, wathandeka kuJehova nakubantu.


USamuweli wakhula, uJehova wayenaye, akavumelanga ukuba kuwele phansi nelilodwa lamazwi akhe.


Bonke ababemuzwa bamangala ngokuqonda kwakhe nezimpendulo zakhe.


Kodwa nguwe owangikhupha esizalweni sikanina; Wangenza ngaba nethemba ngisesemabeleni kamama.


Kodwa uSamuweli wayesebenza esemncane phambi kukaJehova, ebhince isambatho samahlombe selineni.


Owesifazane wazala indodana, waqamba igama layo ngokuthi uSamsoni; wakhula umntwana, uJehova wambusisa.


Ngakho wena, ndodana yami, qina emuseni okuKristu Jesu.


Elokugcina, bazalwane bami, qinani eNkosini nasemandleni akhe amakhulu.


Abaphostoli bafakaza ngamandla amakhulu ngokuvuka kweNkosi uJesu; umusa omkhulu wawuphezu kwabo bonke.


Umuhle ngaphezu kwabantwana babantu; umusa uthululiwe ezindebeni zakho; ngalokho uNkulunkulu ukubusisile kuze kube phakade.


UJehova wamhambela uHana, wakhulelwa, wazala amadodana amathathu namadodakazi amabili. Umntwana uSamuweli wakhula phambi kukaJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite