Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 2:12 - Contemporary Zulu Bible 2024

12 Lokhu kuyakuba yisibonakaliso kini; Niyakufumana umntwana esongwe ezindwangu, elele emkhombeni.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Nalokhu kuyisiboniso kini: niyakufumana umntwana embesiwe, elele emkhombeni.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Lokhu kuyisibonakaliso kini: Niyakufumana umntwana esongiwe, elele emkhombeni.”

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

12 Lokhu kuyakuba yisibonakaliso kini; Niyakufumana umntwana esongwe ezindwangu, elele emkhombeni.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 2:12
11 Referans Kwoze  

Ngakho-ke iNkosi uqobo izakunika isibonakaliso; Bheka, intombi iyakukhulelwa, izale indodana, iyibize ngokuthi u-Imanuweli.


Cela isibonakaliso kuJehova uNkulunkulu wakho; buza ekujuleni loba ekuphakameni phezulu.


Kepha mina ngiyisibungu, angikho; ihlazo labantu nokudelelwa ngabantu.


UHezekiya wathi ku-Isaya: “Siyakuba yini isibonakaliso sokuthi uJehova uyakungiphulukisa, ngikhuphukele endlini kaJehova ngosuku lwesithathu na?


Lokhu kuyakuba-yisibonakaliso kuwe: Niyakudla izimilile zodwa kulo nyaka, nangomnyaka wesibili okumilile kukho; ngomnyaka wesithathu nihlwanyele, nivune, nitshale izivini, nidle izithelo zazo.


Lokhu kuyakuba yisibonakaliso kuwe esiyakwehlela amadodana akho omabili, phezu kukaHofini noFinehasi; ngelinye ilanga bayofa bobabili.


Wathi: “Impela ngiyakuba nawe; lokhu kuyoba yisibonakaliso kuwe sokuthi ngikuthumile: Uma uhole abantu eGibhithe, kumelwe nikhonze uNkulunkulu kule ntaba.


Wazala izibulo lakhe, wayisonga ngezindwangu, walilalisa emkhombeni; ngoba kwakungelandawo yabo endlini yezihambi.


Njalo kwahle kwaba khona kanye lengilosi ixuku lebutho lasezulwini, lidumisa uNkulunkulu, lisithi:


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite