Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




NgokukaLuka 19:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 UJesu wathi kuye: “Namuhla insindiso isifikile kule ndlu, lokhu naye eyindodana ka-Abrahama.

Gade chapit la Kopi

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 UJesu wathi kuye: “Namuhla insindiso ifikile kule ndlu, lokhu naye eyindodana ka-Abrahama.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 UJesu wathi kuye: “Namuhla insindiso ifikile kule ndlu, lokhu naye uyindodana ka-Abhrahama.

Gade chapit la Kopi

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 UJesu wathi kuye: “Namuhla insindiso isifikile kule ndlu, lokhu naye eyindodana ka-Abrahama.

Gade chapit la Kopi




NgokukaLuka 19:9
15 Referans Kwoze  

Ngakho yazini ukuthi abangabokukholwa yibona abangabantwana bakaAbrahama.


Nalo wesifazane oyindodakazi ka-Abrahama, uSathane ambophile, bheka, le minyaka eyishumi nesishiyagalombili bekungafanele yini akhululwe kulesi sibophelelo ngosuku lwesabatha na?


Ngakho-ke kungokholo, ukuze kube ngomusa; ukuze isithembiso siqiniseke kuyo yonke inzalo; kungeyisikho lokho okungokomthetho kuphela, kodwa nakulokho okungokukholwa kuka-Abrahama; ongubaba wethu sonke.


enanikade ningesiso isizwe, kepha manje ningabantu bakaNkulunkulu, enaningahawukelwanga, kepha manje nihawukelwe.


Uma ningabakaKristu, niyinzalo ka-Abrahama, niyizindlalifa ngokwesithembiso.


ukuze isibusiso sika-Abrahama sibe phezu kwabezizwe ngoKristu Jesu; ukuze samukele isithembiso sikaMoya ngokukholwa.


Ngakho vezani izithelo ezifanele ukuphenduka, ningaqali ukuthi phakathi kwenu: ‘Sinobaba u-Abrahama;’ ngokuba ngithi kini: UNkulunkulu unamandla okumvusela u-Abrahama abantwana kulawa matshe.


Ngokuba amehlo ami abonile insindiso yakho,


Bhekani, bakhona abokugcina abayakuba ngabokuqala, kukhona abokuqala abayakuba ngabokugcina.


Samemeza sathi: ‘Baba Abrahama, ngihawukele, uthume uLazaru, agcobhoze isihloko somunwe wakhe emanzini, aphozise ulimi lwami; ngoba ngiyahlushwa kulelilangabi.


Sathi: ‘Qha, baba Abrahama, kepha uma omunye kwabafileyo eya kubo, bayakuphenduka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite